Ngyakucela wesesheli sami.
Makwenzeka inhliziyo yami iwela kweyakho.
Uzuyiphathe kahle, Uzuyiphathe kahle.
Ngyakucela wesesheli sami.
Makwenzeka inhliziyo yami iwela kweyakho.
Uzuyiphathe kahle, Uzuyiphathe kahle.
Ngengoba ngilana, uthando ngyalusaba.
Umjolo uyakhathaza.
Bengithi ngyayehla lenqola kodwa iyalingana.
Kodwa endleleni yakho muphetha ngokuthi uyangithanda.
Ngicela uyiphathe kahle eyami inhliziyo uyiphathise okweqanda.
Ngoba kade babengigila bengigila bengigila madoda.
Ngoba kade babengigila bengigila, mizwa yami nawe sometimes uyangidida ooh aahh.
Uyabayeka laba bakuphica.
Ngoba kade babengigila bengigila bengigila madoda.
Ngoba kade babengigila bengigila, mizwa yami nawe sometimes uyangidida ooh aahh.
Uyabayeka laba bakuphica.
Ngyakucela wesesheli sami.
Makwenzeka inhliziyo yami iwela kweyakho.
Uzuyiphathe kahle, Uzuyiphathe kahle.
Ngyakucela wesesheli sami.
Makwenzeka inhliziyo yami iwela kweyakho.
Uzuyiphathe kahle, Uzuyiphathe kahle.
Ngoba nembuzo mningi njengoba uqhamuka.
Kahle ngyazibuza ukuthi nawe awufani nabangakakhuli.
Laba akhonze ukudlala ngezinhliziyo zethu.
Inhliziyo ilawu lokufihla imizwa, makubuhlungu kuyazwela.
Ngabe uyangithanda na?
Lowo ngumbuzo okuyomele uwufakazele ngezenzo zakho.
Ukuthi uyangithanda, ufuna ukuba nami konke ngzokubona ngawe.
Okubuhlungu iskhathi siyahamba.
Masihamba sihamba neminyaka ngakho ngyacela.
Ngyakucela wesesheli sami.
Makwenzeka inhliziyo yami iwela kweyakho.
Uzuyiphathe kahle, Uzuyiphathe kahle.
Ngyakucela wesesheli sami.
Makwenzeka inhliziyo yami iwela kweyakho.
Uzuyiphathe kahle, Uzuyiphathe kahle.
Поcмотреть все песни артиста
Sanatçının diğer albümleri