Ubosivumela isimo mangabe ufuna ukugonyuluka
Makubuhlungu kakhulu musa ukuqibisela ubokhala nje
Ngoba akusizi ukuvalela ubuhlungu ngaphakathi
Musa ukuqinisela kakhulu makubuhlungu ubokhala nje

Inhliziyo ayidingi ukoniwa
Makubuhlungu sometimes ubobika
Ngoba inkinga, ukuvalela isifo ngaphakathi kodwa ube uzazi ukuthi unenkinga
Wena musa ukulokhe uqinisela
Mina ngazi abantu abaziphosa ekufeni
Ngenxa yokuthi babengafuni ukukhuluma uzwe kuthiwa abasekho emhlabeni
Inhliziyo iBusy igaya izibozi
Mazingaphumi ziphuma nomphefumulo
Bangaki abantu asebaphangalala ngalena kwesizathi esinomqondo
Wena khuluma nomthembayo uzobona
Isimo syohamba ngokuba ngcono
Isimo siyoshintsha siyohamba ngokuba ngcono
Ubosivumela isimo mangabe ufuna ukugonyuluka
Makubuhlungu kakhulu musa ukuqibisela ubokhala nje
Ngoba akusizi ukuvalela ubuhlungu ngaphakathi
Musa ukuqinisela kakhulu makubuhlungu ubokhala nje
Ubosivumela isimo mangabe ufuna ukugonyuluka
Makubuhlungu kakhulu musa ukuqibisela ubokhala nje
Ngoba akusizi ukuvalela ubuhlungu ngaphakathi
Musa ukuqinisela kakhulu makubuhlungu ubokhala nje
Yey, inhliziyo yami igayibozi
Moya wami uyafadalala, nami ngumuntu ngyakhathala endleleni
Inhliziyo yami igayibozi
Moya wami uyafadalala, nami ngumuntu ngyakhathala endleleni
Nami ngumuntu njengawe, nami nginegazi njengawe, ngyabuzwela ubuhlungu njengawe
Noma sengithi ngyazama kuyafana, kubukeka engathi nalokho kuyangixaka
Ngathi lobuhlungu buyazwela
Ubosivumela isimo mangabe ufuna ukugonyuluka
Makubuhlungu kakhulu musa ukuqibisela ubokhala nje
Ngoba akusizi ukuvalela ubuhlungu ngaphakathi
Musa ukuqinisela kakhulu makubuhlungu ubokhala nje
Ubosivumela isimo mangabe ufuna ukugonyuluka
Makubuhlungu kakhulu musa ukuqibisela ubokhala nje
Ngoba akusizi ukuvalela ubuhlungu ngaphakathi
Musa ukuqinisela kakhulu makubuhlungu ubokhala nje
Nami ngumuntu njengawe, nami nginegazi njengawe, ngyabuzwela ubuhlungu njengawe
Khuluma nomthembayo uzobona
Isimo syohamba ngokuba ngcono
Isimo siyoshintsha siyohamba ngokuba ngcono
Поcмотреть все песни артиста
Sanatçının diğer albümleri