Kishore Kumar Hits

Nomndayi - Nomndayi (Amathafa) şarkı sözleri

Sanatçı: Nomndayi

albüm: Uphaphe Ep


Nganyuka amathafa
Ngamemeza kwananela izintaba
Phimbolami kulomhlaba lazwakala
Bekungenamuntu ofuna ukungilalela, ngathatha isinqumo sokunyuka amathafa
Ngamemeza kwananela izintaba
Phimbolami kulomhlaba lazwakala
Bekungenamuntu ofuna ukungilalela, ngathatha isinqumo sokunyuka
Ngagibela amathafa, ngaya ngaphezu kwentaba
Ngafike ngakhuleka sakuqhatha usizi
Mina nganyuka
Ngagibela amathafa
Ngaya ngaphezu kwentaba
Ngafike ngakhuleka sakuqhatha usizi
Mina nganyuka
Ngagibela amathafa
Ngaya ngaphezu kwentaba
Ngafike ngakhuleka sakuqhatha usizi mina nga
Mina entabeni nganyuka
Impela ngaya, kwakungekho lula abantu bengibuka
Uma ngikhuluma, iphimbo lami lingazwakali
Ngakhetha ukubuyela emuva ngiyozifuna, ngomculo ngayibona indlela
Lapho izindlela zami zazifiphabele, nhlanhla leyo umculo wangikhipha eweni
Ngoba izinyanya zami zingibiza sangoma ubizo lwami seluhlelelwe
Kwahlalwa, kwahlelwa, kwakhulunywa ngesphiwo sami ngafika sekuhleliwe
Kwangisiza nokulandela iphupho engaliphupha ngaleya mina, manje ngivunile ngoba
Nganyuka amathafa
Ngamemeza kwananela izintaba
Phimbolami kulomhlaba lazwakala
Bekungenamuntu ofuna ukungilalela, ngathatha isinqumo sokunyuka amathafa
Ngamemeza kwananela izintaba
Phimbolami kulomhlaba lazwakala
Bekungenamuntu ofuna ukungilalela, ngathatha isinqumo sokunyuka
Ngagibela amathafa, ngaya ngaphezu kwentaba
Ngafike ngakhuleka sakuqhatha usizi
Mina nganyuka
Ngagibela amathafa
Ngaya ngaphezu kwentaba
Ngafike ngakhuleka sakuqhatha usizi
Mina nganyuka
Ngagibela amathafa
Ngaya ngaphezu kwentaba
Ngafike ngakhuleka sakuqhatha usizi mina nga
Kulezazintaba
Umlolozelo iwona owagcina uyinkombandlela
Ngihamba endleleni ngingaboni muntu
Umuzwa nendlebe owawulokhe ungibusa
Angithi kwakumele ngikutholile okungokwami, engizophila ngakho ekhaya sebengibekele
Kubhimba izindlela zokuyofuna amatoho, ithonga lami liphika lithi ngeke
Lithi kumele ugcine ulitholile ubizo lwakho
Oyophila ngalo kuze kube nguna phakade
Nanjengoba ningibona ngisahamba lomhlaba ngezinyawo
Ngihamba ngilwela lesiphiwo sami
Engasiphiwa okhokho, ngoba nga
Nganyuka amathafa
Ngamemeza kwananela izintaba
Phimbolami kulomhlaba lazwakala
Bekungenamuntu ofuna ukungilalela, ngathatha isinqumo sokunyuka amathafa
Ngamemeza kwananela izintaba
Phimbolami kulomhlaba lazwakala
Bekungenamuntu ofuna ukungilalela, ngathatha isinqumo sokunyuka
Ngagibela amathafa, ngaya ngaphezu kwentaba
Ngafike ngakhuleka sakuqhatha usizi
Mina nganyuka
Ngagibela amathafa
Ngaya ngaphezu kwentaba
Ngafike ngakhuleka sakuqhatha usizi
Mina nganyuka
Ngagibela amathafa
Ngaya ngaphezu kwentaba
Ngafike ngakhuleka sakuqhatha usizi mina nga

Поcмотреть все песни артиста

Sanatçının diğer albümleri

Benzer Sanatçılar