Kishore Kumar Hits

Nomndayi - Nomndayi_ NguNomndayi (Intro) şarkı sözleri

Sanatçı: Nomndayi

albüm: Uphaphe Ep


NguMsomi nginguNomndayi
NguSingila, ugcagcobala
NguMeyiwa, nguGasa
Ingakho ngizibiza uNomndayi
NguMsomi nginguNomndayi
NguSingila, ugcagcobala
NguMeyiwa, nguGasa
Ingakho ngizibiza uNomndayi
Ingakho ngizibiza uNomndayi
Ingakho ngizibiza uNomndayi
Ingakho ngizibiza uNomndayi
Ingakho ngizibiza uNom
Ngaduka ngaphinde ngazithola
Ngakhetha ukuzibiza ngesibongo
Emagameni ewonke, ngakhetha ukubiza eledlozi
Phela lomculo uthi bona
Ngawuphathiswa ngezikhathi zobuthongo
Ngakho kumele nguphushe ukuze bawubone
Ungangibona ngi flowa ucathi kulula
Ukuthi lomculo ushuni wedlozi
Lona ongeke uwuthole ndawo, owakhelwe kwelami iphimbo
Ngomculo wami nginokuthula, mina anginankinga oohh
Khuluma mfwethu, yini unenkingo ni
NguMsomi nginguNomndayi
NguSingila, ugcagcobala
NguMeyiwa, nguGasa
Ingakho ngizibiza uNomndayi
NguMsomi nginguNomndayi
NguSingila, ugcagcobala
NguMeyiwa, nguGasa
Ingakho ngizibiza uNomndayi
Ingakho ngizibiza uNomndayi
Ingakho ngizibiza uNomndayi
Ingakho ngizibiza uNomndayi
Ingakho ngizibiza uNom
Mangabe ngiqhubeka ngizibiza, imina uThabela
Ngumalala ngokulala ngivuke ekuseni sengikhomba ilanga
Imina Owehla ngomzungulu wasala wabola
Ngugcagcobala, emakhosini amakhulu ezilozini
Kophingoshe, Omanga mahle
Mina ngoshin ngi goat
Ungibheke kahle ngingozi
Check umyalezo on point
Loshuni ukuthakatha indlebe uzithole usugxilile kumina aybo
Ufuna ukuphika yini
Angithi ilento eyenzeka kwinhlonipho, igcine ifile insizwa ngaloshuni obaba
NguMsomi nginguNomndayi
NguSingila, ugcagcobala
NguMeyiwa, nguGasa
Ingakho ngizibiza uNomndayi
NguMsomi nginguNomndayi
NguSingila, ugcagcobala
NguMeyiwa, nguGasa
Ingakho ngizibiza uNomndayi
Ingakho ngizibiza uNomndayi
Ingakho ngizibiza uNomndayi
Ingakho ngizibiza uNomndayi
Ingakho ngizibiza uNom

Поcмотреть все песни артиста

Sanatçının diğer albümleri

Benzer Sanatçılar