Kishore Kumar Hits

Rebecca Malope - Isikhalo şarkı sözleri

Sanatçı: Rebecca Malope

albüm: Sicela Ukuthula


Bawo nginesikhalo
Bawo ngiyakhala
Lon' omubi ney'ngelosi zakhe bangihlasele
Oh nkosi yami bakhubaz umoya wami
Umonelan umphefumulo wami, kangaka?
Lokh okwenza kimi nakuwe kuzokwenzeka
Amazwi abawakhulumayo kimi ayahlaba
Ungathanda yini uma lokho kwenzeka kuwe?
Lon' omubi ney'ngelosi zakhe bangihlasele
Umangithi ngiya ngapha nkosi yami
Ngihlangana nabo
Amazwi abawakhulumayo kimi ayahlaba
Oh nkosi yami bakhubaz umoya wami
Njengoba ngihamba kuyo lendlela yakho
Izitha zami nkosi yami zikhula mihla yonke
Abaningi baba banomona
Oh nkosi yami bakhubaz umoya wami
Amakholwa wonke emhlabeni ahlaselwe
Bhekis' uvalo kubo bangalahleki
Bahlale ndleleni yakho nkosi yami
Eyebomini ubomi obungunaphakade
Umonelan umphefumulo wami kangaka?
Lokh okwenza kimi nakuwe kuzokwenzeka
Amazwi abawakhulumayo kimi ayahlaba
Ungathanda yini uma lokho kwenzeka kuwe?
Lon' omubi ney'ngelosi zakhe bangihlasele
Umangithi ngiya ngapha nkosi yami
Ngihlangana nabo
Amazwi abawakhulumayo kimi ayahlaba
Oh nkosi yami bakhubaz umoya wami
Njengoba ngihamba kuyo lendlela yakho
Izitha zami nkosi yami zikhula mihla yonke
Abaningi baba banomona
Oh nkosi yami bakhubaz umoya wami
Amakholwa wonke emhlabeni ahlaselwe
Bhekis' uvalo kubo bangalahleki
Bahlale ndleleni yakho nkosi yami
Eyebomini ubomi obungunaphakade
Umonelan umphefumulo wami kangaka?
Lokh okwenza kimi nakuwe kuzokwenzeka
Amazwi abawakhulumayo kimi ayahlaba
Ungathanda yini uma lokho kwenzeka kuwe?

Поcмотреть все песни артиста

Sanatçının diğer albümleri

Benzer Sanatçılar