Ungubab'onobubele
Uyabala nezinwele
Usifunzi usigqokisa
Yebo usijabulisa
Ungubab'onobubele
Jesu Uyabala iy'nwele zethu
Uyasifunzi usigqokisa
Yebo usijabulisa
♪
(Mmmh mhh, akakho)
Akakho umuntu onomandla
(Wokuchith'ibandla lakhe)
Wokuchith'elakhe ibandla
(Yena ungumfowethu impela)
Usiphath'usivikela
(Ohh jabulake bandla)
Jabulake Ngakho bandla
(Uvikelwe uqashwe ngonamandla)
Uvikelwa ngonamandla
(Zonke zakho ke izitha yena)
Uzisusa uzichitha
(Impela ungubaba)
Ungubab'onobubele
(Wazi nami ley'nwele zethu uJesu)
Ungabala nezinwele
(Uyasifunza)
Uyazifunzi usigqokisa (Yebo esi)
Yebo usijabulisa
(Umile ungubaba)
Ungubaba onobubele
(Onobubele ngami nawe)
Uyabala nezinwele
(Omile kuye, injabulo ikuye)
Usifunz'usigqokisa
(Jesu uthembekile)
Yebo usijabulisa
Sihambile Umhlaba wonke
Asimbonanga onothando nonomusa
Usinakekrl'imini yonke
Ungubaba onobubele
(Jesu, uhlola inhliziyo yethu)
Uyabala nezinwele
(Usinakekela nje)
Usifunzi usigqokisa
(Waze wanomusa ngomuntu Jesu)
Yebo usijabulisa)
(Kuyinhlanhla ukwazana nawe moya ongcwele moya ongwele)
(Uthembekile noma kumnyama)
Usifunzi usigqokisa
(Uthembekile kukuhle nje)
Yebo usijabulisa
(Yebo ngiyamazi, ngimbonil'ehamba nomuntu uJesu)
Yebo usijabulisa
(Wayekhona emphakadeni, nguyena nanamhlanje)
Yebo usijabulisa
(Yebo nanxa ukhathazeka,
Udiniwe kuphela amandla endleleni)
Jesu uyinjabulo yonke
Woza kuye nomkhuleko
Поcмотреть все песни артиста
Sanatçının diğer albümleri