Kishore Kumar Hits

Phuzekhemisi - Bonke Abantu Basuthi şarkı sözleri

Sanatçı: Phuzekhemisi

albüm: Ngo '49

Laph' ePhalamende ngibon' ukuthi bonk' abantu basuthi
Laph' ePhalamende nibon' ukuthibonk' abantu badlile
Aw ngoba k'suthi nina sen'bona ukuthi bonk' abantu basuthi

(Nibon' ukuthi bonk' abantu basuthi ngoba k'shuthi nina)
Nonk' ePhalamende (nibona ukuthi bonk' abantu basuthi ngoba k'suthi nina)
Nonk' ePhalamende (nibon' ukuthibonk' abantu basuthi ngoba k'suthi nina)
Ngoba k'suthi nina (sen'bona ukuthi bonk' abantu basuthi ngoba k'suthi nina)
Yibantu bemsebenzi (nibon' ukuthibonk' abantu basuthi ngoba k'suthi nina)
Aph' amathub' emsebenzi? (Nibon' ukuthibonk' abantu basuthi ngoba k'suthi nina)
Aw ngoba k'suthi nina (sen'bona ukuthi bonk' abantu basuthi ngoba k'suthi nina)
Zaha phela Phuzekhemisi madoda
Way'hlaba ngempela phela umfoka Majazan' amnyama
Khona phansi le Nsepheni lang'zalwa khona
Umful' engiw'phuzayo, ng'phuz' uMakhoyakade
Ngang'lokhe ngibatshela kancane bethi bayoyibamb' iMamba
Isemgodini ngathi musani ukuy'dlokodla bafan
Ngob' izon'limaza
Wobhasobh' ungami ngezansi nsizwa uzolima
Isgxabani lesi eskhuphukayo
Bhu! Khuphuka laphoke mfoka Ngwazi emabhesini
Nxamathela lapho wena mfoka Mkhize uthule uthi nya
(Nibon' ukuthibonk' abantu basuthi ngoba k'suthi nina)
Laph' ePhalamende (nibona ukuthi bonk' abantu basuthi ngoba k'suthi nina)

Thina sisahlal' emkhukhwini (nibona ukuthi bonk' abantu basuthi ngoba k'suthi nina)
Thina sisahlal' emkhukhwini (nibona ukuthi bonk' abantu basuthi ngoba k'suthi nina)
Laph' ePhalamende ngibon' ukuthi bonk' abantu basuthi
Aph' amathub' emsebenzi?
Aph' amathub' emsebenzi?
Thina sisahlal' emkhukhwini (nibona ukuthi bonk' abantu basuthi ngoba k'suthi nina)
Thina sisahlal' emkhukhwini (nibona ukuthi bonk' abantu basuthi ngoba k'suthi nina)
Laph' ePhalamende (nibona ukuthi bonk' abantu basuthi ngoba k'suthi nina)
Laph' ePhalamende (nibona ukuthi bonk' abantu basuthi ngoba k'suthi nina)
Laph' ePhalamende (nibona ukuthi bonk' abantu basuthi ngoba k'suthi nina)
Thina sisahlal' emkhukhwini (nibona ukuthi bonk' abantu basuthi ngoba k'suthi nina)
Thina sisahlal' emkhukhwini

Aph' amathub' emsebenzi? (Nibon' ukuthibonk' abantu basuthi ngoba k'suthi nina)
Aph' amathub' emsebenzi? (Nibon' ukuthibonk' abantu basuthi ngoba k'suthi nina)
Laph' ePhalamende (nibona ukuthi bonk' abantu basuthi ngoba k'suthi nina)
Laph' ePhalamende (nibona ukuthi bonk' abantu basuthi ngoba k'suthi nina)
Ngoba k'suthi nina (nibona ukuthi bonk' abantu basuthi ngoba k'suthi nina)
Ngoba k'suthi nina (nibona ukuthi bonk' abantu basuthi ngoba k'suthi nina)
Ngoba k'suthi nina (nibona ukuthi bonk' abantu basuthi ngoba k'suthi nina)
Laph' ePhalamende (nibona ukuthi bonk' abantu basuthi ngoba k'suthi nina)
Thina sisahlal' emkhukhwini (nibona ukuthi bonk' abantu basuthi ngoba k'suthi nina)
Thina sisahlal' emkhukhwini (nibona ukuthi bonk' abantu basuthi ngoba k'suthi nina)
Thina sisahlal' emkhukhwini

Поcмотреть все песни артиста

Sanatçının diğer albümleri

Benzer Sanatçılar