Kishore Kumar Hits

Phuzekhemisi - Sidlalunpa şarkı sözleri

Sanatçı: Phuzekhemisi

albüm: Ngo '49

Nginezimoto kodwa ngithwele kanzima
Nginezimoto kodwa ngithwele kanzima
Ayangikhathaza amaphoyisa le emgwaqeni
Ayangihlupha amaphoyisa le emgwaqeni
Ngaba ukubon' imoto yami bayibuyisela endleleni

Bathi handbreak n the gate (awshay' ama hazardi)

(Sidlal' u NPN uyasigebenga u NPN) izigebengu u NPN izigebengu amaphoyisa
(Sidlal' u NPN uyasigebenga u NPN) niyobhadala kuze kube nini emaphoyiseni

(Sidlal' u NPN uyasigebenga u NPN)
Zasha phela Phuzekhemisi madoda
Wayhlaba ngempela umfoka Majazana amnyama madoda
Khona phansi eNsepheni langiphuma khona
Umfula engiw'phuzayo ngiphuza uMakhoya Kade khona eMkhomazi
Ngangilokhu ngibatshela kancane
Bethi bayoyibamba iMamba isemgodini
Ngathi musani ukuydlokodla bafana ngoba izon'limaza hhop
Khuphuka laphoke mfoka Ngwazi emabhesini
Dilika laphoke mfoka Mkhize uthule uthi nya
Emkhomazi ngey'nyawo manje hhop

(Sidlal' u NPN uyasigebenga u NPN) niyobhadala koze kube nini emaphoyiseni
(Sidlal' u NPN uyasigebenga u NPN) izigebengu u NPN izigebengu amaphoyisa
(Sidlal' u NPN uyasigebenga u NPN) izigebengu amaphoyisa izigebeng u NPN
(Sidlal' u NPN uyasigebenga u NPN) neymoto ziyabiza kunjalo nje
(Sidlal' u NPN uyasigebenga u NPN) neymoto ziyabiza kunjalo nje
(Sidlal' u NPN uyasigebenga u NPN) izigebengu amaphoyisa izigebeng u NPN
(Sidlal' u NPN uyasigebenga u NPN) niyobhadala koze kube nini emaphoyiseni
(Sidlal' u NPN uyasigebenga u NPN)

Nginezimoto kodwa ngithwele kanzima
Ngishayel' impela kodwa ngithwele kanzima
Ayangikhathaza amaphoyisa le emgwaqeni
Ayangihlupha amaphoyisa le emgwaqeni
Ngaba ukubon' imoto yami bayibuyisela endleleni
Ngaba ukubon' imoto yami bayibuyisela endleleni
Athi back in the gate (awshay' ama hazardi)
Bathi handbreak n the gate (awshay' ama hazardi)
(Sidlal' u NPN uyasigebenga u NPN) niyobhadala koze kube nini emaphoyiseni
(Sidlal' u NPN uyasigebenga u NPN) niyobhadala koze kube nini emaphoyiseni
(Sidlal' u NPN uyasigebenga u NPN) izigebengu amaphoyisa izigebeng u NPN
(Sidlal' u NPN uyasigebenga u NPN) izigebengu amaphoyisa izigebeng u NPN
(Sidlal' u NPN uyasigebenga u NPN) niyobhadala koze kube nini emaphoyiseni
(Sidlal' u NPN uyasigebenga u NPN) niyobhadala koze kube nini emaphoyiseni
(Sidlal' u NPN uyasigebenga u NPN) izigebengu amaphoyisa izigebeng u NPN
(Sidlal' u NPN uyasigebenga u NPN)

Поcмотреть все песни артиста

Sanatçının diğer albümleri

Benzer Sanatçılar