Kishore Kumar Hits

Phuzekhemisi - Umculo Ka Maskandi şarkı sözleri

Sanatçı: Phuzekhemisi

albüm: Nginenkinga

Ngisay' eThekwini ngobonga lensizwa lena
Ngisaya ka Nzimande ngobonga lensizwa lena

Ngiyoybamba ngesandle ngithi ngiyak'bonga wemfoka Nzimande
Ngiyoybamba isandle ngithi ngiyak'bonga wemfoka Nzimande
Ngiyothi Mphephethwa
Ngiyothi Mphephethwa
(Hho ngiyay'bonga lensizwa lena ngomculo ka Maskandi)
Ngisay' eThekwini (Hho ngiyay'bonga lensizwa lena ngomculo ka Maskandi)

Ngisaya ka Nzimande ngobonga lensizwa lena (Hho ngiyay'bonga lensizwa lena ngomculo ka Maskandi)
Ngiyoybamba isandle ngithi ngiyak'bonga wemfoka Nzimande (Hho ngiyay'bonga lensizwa lena ngomculo ka Maskandi)
Ngiyothi Mphephethwa (Hho ngiyay'bonga lensizwa lena ngomculo ka Maskandi)
Ngiyothi Mphephethwa (Hho ngiyay'bonga lensizwa lena ngomculo ka Maskandi)
Ngisaya ka Nzimande ngobonga lensizwa lena (Hho ngiyay'bonga lensizwa lena ngomculo ka Maskandi)
Ngisaya ka Nzimande ngobonga lensizwa lena (Hho ngiyay'bonga lensizwa lena ngomculo ka Maskandi)
Siyak'bonga weh Bhodloza (Hho ngiyay'bonga lensizwa lena ngomculo ka Maskandi) siyak'bonga weh mfoka Nzimande

Halala weh mfoka Nzimande (Hho ngiyay'bonga lensizwa lena ngomculo ka Maskandi)
Halala weh Bhodloza (Hho ngiyay'bonga lensizwa lena ngomculo ka Maskandi) hhalala weh mfoka Nzimande
Zasha phela uPhuzekhemisi wayhlaba ngempela mfoka Majazana
Khona phansi eMkhomazi lang'buya khona
Umfula engiwphuzayo ngiphuza uMakhoya kade khona ka Dumsia
Pu! Ngiqhamuka kancane mina ngigudla Ilwandle
Khona phansi le eMkhomazi langibuya khona
Khuphuka lapho-ke mfoka Ngwazi emabhesini

Ngisaya ka Nzimande ngobonga lensizwa lena
Ngisaya ka Nzimande ngobonga lensizwa lena
Ngiyoybamba isandle ngithi ngiyak'bonga wemfoka Nzimande
Ngiyoybamba isandle ngithi ngiyak'bonga wemfoka Nzimande ngomculo ka Maskandi
(Hho ngiyay'bonga lensizwa lena ngomculo ka Maskandi)
Ngiyothi Mphephethwa (Hho ngiyay'bonga lensizwa lena ngomculo ka Maskandi)
Ngiyothi Mphephethwa (Hho ngiyay'bonga lensizwa lena ngomculo ka Maskandi)
Ngiyoybamba isandla (Hho ngiyay'bonga lensizwa lena ngomculo ka Maskandi)
Halala weh Bhodloza (Hho ngiyay'bonga lensizwa lena ngomculo ka Maskandi)
Halala weh Bhodloza (Hho ngiyay'bonga lensizwa lena ngomculo ka Maskandi) hhalala weh mfoka Nzimande
Halala weh Bhodloza (Hho ngiyay'bonga lensizwa lena ngomculo ka Maskandi) hhalala weh mfoka Nzimande
Siyothi Mphephethwa (Hho ngiyay'bonga lensizwa lena ngomculo ka Maskandi)

Halala weh Nzimande (Hho ngiyay'bonga lensizwa lena ngomculo ka Maskandi)
Halala weh Nzimande (Hho ngiyay'bonga lensizwa lena ngomculo ka Maskandi)
Halala weh Bhodloza (Hho ngiyay'bonga lensizwa lena ngomculo ka Maskandi) hhalala weh mfoka Nzimande
Ngisay' eThekwini ngobonga lensizwa lena (Hho ngiyay'bonga lensizwa lena ngomculo ka Maskandi)
Ngiyoybamba isandla (Hho ngiyay'bonga lensizwa lena ngomculo ka Maskandi)
Ngiyoybamba isandla (Hho ngiyay'bonga lensizwa lena ngomculo ka Maskandi)
Halala weh Bhodloza (Hho ngiyay'bonga lensizwa lena ngomculo ka Maskandi) hhalala weh mfoka Nzimande
Halala weh Bhodloza (Hho ngiyay'bonga lensizwa lena ngomculo ka Maskandi) hhalala weh mfoka Nzimande
Halala weh Bhodloza (Hho ngiyay'bonga lensizwa lena ngomculo ka Maskandi) hhalala weh mfoka Nzimande

Поcмотреть все песни артиста

Sanatçının diğer albümleri

Benzer Sanatçılar