Kishore Kumar Hits

Phuzekhemisi - Nginenkinga şarkı sözleri

Sanatçı: Phuzekhemisi

albüm: Nginenkinga

Nginenkinga futhi ngithwele kanzima kulomuzi kababa

Umntanami ufund' iskolo kodwa uthi angimthathel' umfazi

Nginebhadi, cha nginebhadi
Loludaba aludingi bangani ngiyakolibikela abomndeni ekhaya
Loludaba aludingi bangani ngisayotshela abomndeni
Umntanami ufund' iskolo kodwa uthi angimthathel' umfazi
Cha nginebhadi
(Ngisahamba wemadoda ngisayotshela abomndeni nakhu ngithwele kanzima)
(Ngisahamba wemadoda ngisayotshela abomndeni nakhu ngithwele kanzima) mayebabo
(Ngisahamba wemadoda ngisayotshela abomndeni nakhu ngithwele kanzima)
Ngineynkinga (Ngisahamba wemadoda ngisayotshela abomndeni nakhu ngithwele kanzima) awemah
Awemah (umntanami ufund' iskolo kodwa kodwa ufuna umakoti nakungithwele kanzima)
Ngineynkinga (umntanami ufund' iskolo kodwa kodwa ufuna umakoti nakungithwele kanzima)
Cha ngineynkinga (Umntanami ufund' iskolo kodwa kodwa ufuna umakoti nakungithwele kanzima)
(Umntanami ufund' iskolo kodwa kodwa ufuna umakoti nakungithwele kanzima)
(Ngisahamba wemadoda ngisayotshela abomndeni nakhu ngithwele kanzima)
Loludaba aludingi bangani ngisayotshela abomndeni ekhaya
Loludaba aludingi bangani ngiyakolibikela abomndeni
Zasha phela Phuzekhemisi aw'wayhlaba ngempela phela umfoka Majazana
Khona phansi eMkhomazi le'ngbuya khona
Umful' engiw'phuzayo ngiphuz' uMakhoya Kade khona ka Dumisa
Bhu!
Khuphuka laphoke mfoka Ngwazi emabhesini
Khuphuka laphoke Nyoni Emhlophe enkostineni
Khona ka Thathani eHieght Lands lengamthatha khona
Hhop hhop!

Ngineynkinga futhi ngithwele kanzima kulomuzi kababa
Nginenkinga futhi ngithwele kanzima kulomuzi kababa
Umntanami ufund' iskolo kodwa uthi angimthathel' umfazi
Umntanami ufund' iskolo kodwa uthi angimthathel' umfazi
Nginebhadi, nginebhadi, cha nginebhadi
(Ngisahamba wemadoda ngisayotshela abomndeni nakhu ngithwele kanzima)
(Ngisahamba wemadoda ngisayotshela abomndeni nakhu ngithwele kanzima) nginenkinga
(Ngisahamba wemadoda ngisayotshela abomndeni nakhu ngithwele kanzima)
Ngineynkinga (Ngisahamba wemadoda ngisayotshela abomndeni nakhu ngithwele kanzima) nginenkinga
(Umntanami ufund' iskolo kodwa kodwa ufuna umakoti nakungithwele kanzima)
Ngineynkinga (umntanami ufund' iskolo kodwa kodwa ufuna umakoti nakungithwele kanzima)
Nginenkinga (umntanami ufund' iskolo kodwa kodwa ufuna umakoti nakungithwele kanzima)
(Umntanami ufund' iskolo kodwa kodwa ufuna umakoti nakungithwele kanzima)
(Ngisahamba wemadoda ngisayotshela abomndeni nakhu ngithwele kanzima)

(Ngisahamba wemadoda ngisayotshela abomndeni nakhu ngithwele kanzima)
Ngineynkinga (ngisahamba wemadoda ngisayotshela abomndeni nakhu ngithwele kanzima) mayebabo
Kaze ngakhala kanje (Ngisahamba wemadoda ngisayotshela abomndeni nakhu ngithwele kanzima)
Ngineynkinga (Ngisahamba wemadoda ngisayotshela abomndeni nakhu ngithwele kanzima) awemah
(Umntanami ufund' iskolo kodwa kodwa ufuna umakoti nakungithwele kanzima)
Cha nginenkinga (umntanami ufund' iskolo kodwa kodwa ufuna umakoti nakungithwele kanzima)
Ngineynkinga (umntanami ufund' iskolo kodwa kodwa ufuna umakoti nakungithwele kanzima)
Nginengkinga (ngisahamba wemadoda ngisayotshela abomndeni nakhu ngithwele kanzima)
Hhololo (ngisahamba wemadoda ngisayotshela abomndeni nakhu ngithwele kanzima) mayebaboh

Nginyengkinga (ngisahamba wemadoda ngisayotshela abomndeni nakhu ngithwele kanzima)

Поcмотреть все песни артиста

Sanatçının diğer albümleri

Benzer Sanatçılar