Kishore Kumar Hits

Phuzekhemisi - Nang' Usathane şarkı sözleri

Sanatçı: Phuzekhemisi

albüm: Sesihlangene


Aw ngiyamesab' umuntu weh ma!
Aw ngiyamesab' umuntu weh ma!
Nang' uSathane ehlel' eMhlabeni
Nang' uSathane ehlel' eMhlabeni
(Ongabe sasenzeni kuSomandla wethu)
Badlwenguli izingane labantu
(Ongabe sasenzeni kuSomandla wethu)
Badlwengul' ogogo nje
(Ongabe sasenzeni kuSomandla wethu)
Badlwengula amantombazane
(Nang' uSathane ehlel' eMhlabeni) badlwengula amantombazane
(Nang' uSathane ehlel' eMhlabeni) badlwengula amantombazane
(Nang' uSathane ehlel' eMhlabeni) badlwenguli izingane labantu
(Ongabe sasenzeni kuSomandla wethu)
Hhaybo
Hhayi sengila mina ngu Phuzekhemisi
Umfoka Majazana khona phansi eMkhomazi ka Dumisa
Le'ngbuya khona
Uthini we Bhekumuzi mfoka Luthulili?
Bathini oMaskandi
Jivini! Zakhal' induku angibonwe zintombi zamamtheka emotweni
Wahlabek' ulova udlula kanjalo Phuza
Ngenzeka mhlamp' ujikel' obaqwe
Yimina owathi ngumfana ka molo
Ngiphum' enzansi, kaMaphumulo ung'bona ngilapha nje
Ngizoy'funela amatohwana, iNkomo zakithi
Ngay'shiya ziphuza amajing jing umful' oshiyqhawu

Uxolo madoda ngiyabuza nje aykabi
Uxolo madoda ngiyabuza nje aykabi
Ngithathela le theme ngenkani ngob' iyaphanisa
Ngithathelwa lento ngenkani ngob' iyaphanisa
Sambona ebulal' izingane zingonanga lutho
Sambona ebulal' izingane zingalwanga
Sambona ebulal' izingane zingena cala
Wabuya wabulal' omama noma ngabe bamncelisa
Akanandaba akanazwel' uSathane
Wabuya wabulal' omama noma ngabe bamncelisa
Akanandaba akanazwel' uSathane
(Nang' uSathane ehlel' eMhlabeni)
(Ongabe sasenzeni kuSomandla wethu)
Sambona ebulal' izingane zingalwanga
(Ongabe sasenzeni kuSomandla wethu)
Sambona ebulal' izingane zingalwanga
(Ongabe sasenzeni kuSomandla wethu)
Wabuya wabulal' omama noma ngabe bamncelisa
Akanandaba akanazwel' uSathane
(Nang' uSathane ehlel' eMhlabeni)
(Nang' uSathane ehlel' eMhlabeni)
(Nang' uSathane ehlel' eMhlabeni)
(Ongabe sasenzeni kuSomandla wethu)

Aw ngiyamesab' umuntu weh ma!
Aw ngiyamesab' umuntu weh ma!
Nang' uSathane ehlel' eMhlabeni
Nang' uSathane ehlel' eMhlabeni

Поcмотреть все песни артиста

Sanatçının diğer albümleri

Benzer Sanatçılar