Awsize wemngan' wami awungfak' efirmin yakho

Kul'khuni langisebenza khona
Kul'khuni langisebenza khona
Kuyafiwa kuMaskandi bo
Kuyafiwa kuMaskandi
Awungfake ka Nkolombela, awke ung'fake ka Nkolombela
(Unyaka noNyaka kuyafiwa ku Maskandi sincengele kuwe)

(Kukhalwa ngapha nangapha kulesifo lesi sincengele kuwe) kuyafiwa lang'sebenza khona
(Kukhalwa ngapha nangapha kulesifo lesi sincengele kuwe)
Kulikhuni langisebenza khona (unyaka noNyaka kuyafiwa ku Maskandi sincengele kuwe)
Awzakhuluma ku mfoka Majazana madoda khona phansi eMkhomazi
Lang'buya khona, umfula engiw'phuzayo ng'phuz' uMakhoya Kade khona ka Dumisa
Bhu!
Ng'qhamuka kancane mina ngigudl' uLwandle mina
Khona phansi eThekwini lengikhona
Kwamanzi ka Mfene!
♪
Awsize wemngan' wami awungfak' efirmin yakho
Awsize wemngan' wami awungfak' efirmin yakho
Kul'khuni langisebenza khona
Kul'khuni langisebenza khona
Kuyafiwa kuMaskandi bo
Kuyafiwa kuMaskandi
Awungfake ka Nkolombela, awke ung'fake ka Nkolombela
(Unyaka noNyaka kuyafiwa ku Maskandi sincengele kuwe)
Awsize wemngan' wami awungfak' efirmin yakho
(Unyaka noNyaka kuyafiwa ku Maskandi sincengele kuwe)
Awsize wemngan' wami awungfak' efirmin yakho
(Kukhalwa ngapha nangapha kulesifo lesi sincengele kuwe) kuyafiwa lang'sebenza khona
(Kukhalwa ngapha nangapha kulesifo lesi sincengele kuwe)
Kulikhuni langisebenza khona (unyaka noNyaka kuyafiwa ku Maskandi sincengele kuwe)
Awungfake ka Nkolombela, awke ung'fake ka Nkolombela
(Unyaka noNyaka kuyafiwa ku Maskandi sincengele kuwe)
♪
(Kukhalwa ngapha nangapha kulesifo lesi sincengele kuwe)
Awsize wemngan' wami awkuyafiw' efirmin yakho
(Kukhalwa ngapha nangapha kulesifo lesi sincengele kuwe)
Awsize wemngan' wami awkuyafiw' efirmin yakho (kukhalwa ngapha nangapha kulesifo lesi sincengele kuwe)
Kuyafiwa langisebenza khona (unyaka noNyaka kuyafiwa ku Maskandi sincengele kuwe)
Awungfake ka Nkolombela
(Kukhalwa ngapha nangapha kulesifo lesi sincengele kuwe) awke ung'fake ka Nkolombela
(Kukhalwa ngapha nangapha kulesifo lesi sincengele kuwe)
Поcмотреть все песни артиста
Sanatçının diğer albümleri