Kishore Kumar Hits

Qness - Uzongilinda (UPZ Reprise) şarkı sözleri

Sanatçı: Qness

albüm: Uzongilinda


Uzongilinda Mangi hamba,
Aw' soka, soka lami
Ungigibeza izintaba, Angazi
Ngizobuya nini,
Oh Angeke ngibekwazi Ukuphila
Ngingenawe,
Angifuni Ukukushiya,
We Sthandwa, Ungowami
Uzongilinda Mangi hamba,
Aw' soka, soka lami
Ungigibeza izintaba, Angazi
Ngizobuya nini,
Oh Angeke ngibekwazi Ukuphila
Ngingenawe,
Angifuni Ukukushiya,
We Sthandwa, Ungowami
Ngoba Mangihleli Nawe,
Ngiyakhumbula,
Lapho esqale khona, sisasebancane,
Uthando Lusakhula,
Ngoba Mangihleli Nawe,
Ngiyakhumbula,
Lapho esqale khona, sisasebancane,
Uthando Lusakhula,
Manje Ngifuna Ukwazi Uzongilinda?
Bridge (with Hum in the background)
Ngithi Nawe Uzongilinda,
Nawe Uzongilinda bo!!!
Hay' Nawe Uzongilinda!!!
Ngithi Nawe Uzongilinda Bo!!!
Hay' Nawe Uzongilinda!!!
Nawe Uzongilinda Bo!!!
Nawe Uzongilinda!!!
Ngithi Nawe Uzongilinda Bo!!!
Back to Verse
Uzongilinda Mangi hamba,
Aw' soka, soka lami
Ungigibeza izintaba, Angazi
Ngizobuya nini,
Oh Angeke ngibekwazi Ukuphila
Ngingenawe,
Angifuni Ukukushiya,
We Sthandwa, Ungowami
Back to Chorus
Ngoba Mangihleli Nawe,
Ngiyakhumbula,
Lapho esqale khona, sisasebancane,
Uthando Lusakhula,
Ngoba Mangihleli Nawe,
Ngiyakhumbula,
Lapho esqale khona, sisasebancane,
Uthando Lusakhula,
Manje Ngifuna Ukwazi Uzongilinda?
Back to Hum
Fade...

Поcмотреть все песни артиста

Sanatçının diğer albümleri

Benzer Sanatçılar