Kishore Kumar Hits

Murumba Pitch - Yano şarkı sözleri

Sanatçı: Murumba Pitch

albüm: Horumar


Ay woza, sondela kum'
Ay woza sondela kum'
Ayo, mmm ayo
Angeke uluqede
Uthando lwami lo mjaivo
Angeke uluqede
Uthando lwami le yano
Ngamane uvele uyeke
Ngoba vele siyadidana
Ayiyayo, mhmm ayiyayo
Angeke uluqede
Uthando lwami lo mjaivo
Angeke uluqede
Uthando lwami le yano
Ngamane uvele uyeke
Ngoba vele siyadidana
Angeke uluqede
Ayi gijimani (sihambe siyo groova)
Ayi gijimani (sihambe siyophuza)
Ayi gijimani (sihambe siyo groova)
Ayi gijimani
Uthando lwam' ngolwam'
Lwam' ngolwam'
Uthando lwam' ngolwam'
Lwam' ngolwam'
Uthando lwam' ngolwam'
Lwam' ngolwam'
Uthando lwam' ngolwam'
Angeke, angeke
Uthando lwam' ngolwam'
Lwam' ngolwam'
Uthando lwam' ngolwam', lwam'
Angeke, angeke

Ay azange ngibalinde
Ngibashiye sebeza ngakhona marn
As'gcwalise ama ice
Igroove isuke ngo 5
Ngithi si on sekunuk' icologne
Mina ngeke nisasbhayzisi
Iwallet imithi
Asisalali emakhaya
Malo ubona uyang' tobetsa
Ukuthi emjaiveni kula uyong'thola khona
Askies I'm sorry
Ngizithandel' utshwala
Ingakho ngisiphilela ngedwa
Angifun' umjolo
Ninga s'xabanisi
Ngiyanbona ningama 2 by 2
Mina noHennessy sohlala siba u2
Indaba isuka mase k'thiwa ngiyek' utshwala
Mina no groove sohlukaniswa ukufa
Thiwa nginomona ngotshwala bam
Jike Sandton thandazani
Noma ngingaphandle kwamasokisi we Dior
Lothando ngeke ulishintshe
Lothando ngeke loneke
Lothando ngeke lusihlule
Lothando ngeke luhambe
Lothando ngeke ulishintshe
Lothando ngeke loneke
Lothando ngeke lusihlule
Lothando ngeke luhambe

Ay woza sondela kum'
Ay woza, mmm ay yo
Angeke uluqede
Uthando lwami lo mjaivo
Angeke uluqede
Uthando lwami le yano
Ngamane uvele uyeke
Ngoba vele siyadidana
Ayiyayo, mhmm ayiyayo
Angeke uluqede
Uthando lwami lo mjaivo
Angeke uluqede
Uthando lwami le yano
Ngamane uvele uyeke
Asambe, alright, alright, alright
Umgroovo nothando ak'hlangani
U-oyela namanzi ak'hlangani
Utshwala nentsangu ak'hlangani
Cela ungang'testi as'thandani
Mina ngiyas'thandela thandela
Ayi mina ngiyas'thandela thandela
Umgroovo nothando ak'hlangani
U-oyela namanzi ak'hlangani
Utshwala nentsangu ak'hlangani
Cela ungang'testi as'thandani
Mina ngiyas'thandela thandela
Ayi mina ngiyas'thandela thandela
Mina ngis'thandela uk'phuza ng'dakwe
Ngilahle umlenze s'bali
Mina sengihlanya nge spani
Mangabe kub'hlungu harde
Mina ngiyas'thandela thandela
Ayi mina ngiyas'thandela thandela
Mina ngisithandel' uk'phuza ng'dakwe
Ngilahle umlenze s'bale
Mina sengihlanya nge spani
Mangabe kub'hlungu harde
Mina ngiyas'thandela thandela
Ayi mina ngiyas'thandela thandela

Поcмотреть все песни артиста

Sanatçının diğer albümleri

Benzer Sanatçılar