Kishore Kumar Hits

Big Zulu - Ama Million - Remix şarkı sözleri

Sanatçı: Big Zulu

albüm: Ama Million (Remix)


Aibo laba banomona
Asizo bayeka, sisazo swenka
Buka namhlanje ndi dedel' ihembe
Haibo lalela nginuka kamnandi ngi dedel' ihembe
Asizuniyeka ke ngin chazele
Khona la ngsayo baqalaza khona u yabo?
Ngisayo ba bheka ukuthi basaphila na? Angithi yayizwa lonto
(Nkabi zibuyile manje)
Asizu niyeka asinalutho kodwa sisazo swenka
Umswenko nje asizuw' yeka Kodwa sizo swenka
Nkabi zibuyile manje seku late
Sipheth' ama sweet, sweet chocolate
Oh we were never really gone
Ushuni kphela lona oshintshile
Ngoba swenka ngathi spatha amaBillion
Yeah yeah
La ngdlula khona k'sala k'shay' umoya
Yeah they know
Yeah swenka ngath sipath' amaBillion
They know
La ngdlula khona k'sala k'shay' umoya
Swenka ngath siphath' amaBillion
(Shun we Nkabi)
Bafana ngomswenko ngu Nkulunkulu
Khuz' amadixa kunga suk uchuku
Shuni we Nkabi nga suk' uthuli
Masingena anokhuza ley' phukuphuku
Ay ibukubuku, zami nge ngeza akna ubzukuzuku
Khohlwa madixa ushukushuku
Kwa sukel' inkabi kwanuk' induku
Ay ake nikhulumeni
Shuni we ngeza ake nibukeleni
Kwa ngena ama nono animsukeleni
Siya shisa les'hlalo ake nisukumeni
Eishu anikhuphukeni
Ndwang' umlahlo anisiyekeleni
Mangi goba amadixa aning'khululeni
La wena uNgqongqoshe mina ngiw'hulumeni
Sphethe amaBillion sesithule, siyabuka nje siyeyisa
Ngang' tsheli nge Million, ezam amabhinca nje phephisa
Ushuni wok'vumi nkosi, bakhala nge gudu nje xegisa
Ngantsheli nge Lamborghini uKhanyi Mbau ngamthatha nge Cressida
Nkabi zibuyile manje seku late
Sipheth' ama sweet, sweet chocolate
Oh we were never really gone
Ushuni kphela lona oshintshile
Ngoba swenka ngathi spatha amaBillion
Yeah yeah
La ngdlula khona k'sala k'shay' umoya
Yeah they know
Yeah swenka ngath sipath' amaBillion
They know
La ngdlula khona k'sala k'shay' umoya
Exe, if you give me a call I might just ignore it
Unless ke of course there's money involved
I'm not in couture ngqok i overall
Forget all that noise like God over all
Ngi dealer ney'godo fuck up the dreams kugcwal amaroto
After the cheese ngdropper amablocks ngdlal' iTetris
Ngbhodlel' ingoma kujaive uPatrice
I gave you a style and a tone
Show you defiance and ngomba
I know that you dying to own it, but I just put 'Kar' on a throne eish
Haike mpintshi hade but it's over,
Siya sebenza awtholi win free, noma ushade uOprah
Double digits lottery ticket
I got to be wicked in order to win it
The numbers are peaking so don't force me
Keep it saucy it eat the Khosi
Lottery draw call me Nimrod Nkosi
E-tv the blue movies, a sexy booty like Bucie
Now baby why you so moody
I take it to Coke dope like Zooci
Produce me down to the fingertips
And all I ever wanted was the millions
Take my advice or throw in the bin
Don't give me the fish I wanna be the fisherman
I feed the people no noodles
I got loyal bras so who's shoot you
You don't want to fuck with me or Big Zulu do you?
Nkabi zibuyile manje seku late
Sipheth' ama sweet, sweet chocolate
Oh we were never really gone
Ushuni wenkabi lona oshintshile
And they swenka ngathi ngpatha amaBillion
Aaahaaaa
La ngdlula khona k'sala k'shay' umoya
Mhhhhhh
Hey, swenka ngath ngpath' amaBillion
Aaaaaahaaaah
Yeah La ngdlula khona k'sala k'shay' umoya
He bathi hallelujah amen
Ak'kabi lula bayimele isavusa abalele
Le Nkabi inkunzi abayfela nge geja bayngcwaba, yavuka yahleka
Usungababuza bak'tshele indaba ak'lula bayingene makusho uJeneno
Abafake inyuk' abayphethe ke ene lendwango akulula baythenge
From million to billion
Kdala sigqibile imona sagil' imihlolo angithi si billion
Ngapha siy'ginqile indoda kwadiliki indoga safika sakiph' igone
Njalo masi remixer ingoma basinikeza indondo and waphikisi i ego
So we ga ga ga ga qeda sicishi imikhono
Phume eMlazi wawu kuphi sidli ikhakhi siyoba ngena
Senza one and we say inkabi zami zinqen' imess
Yaz asilali sivuk' ekseni sise manzi mausibheka
Man a lidlali igoni, it's always a tsunami when we land
Coz the drip is too much and your list is temporary
Don't you stunt on me nge nani, bonke bagobile la kimi
Take a pic shootha, ngfun mangbakhombis nginjani
Into engadingile anybody oooooh music!

Поcмотреть все песни артиста

Sanatçının diğer albümleri

Benzer Sanatçılar