Kishore Kumar Hits

Zandie Khumalo - Themba şarkı sözleri

Sanatçı: Zandie Khumalo

albüm: Izikhali ZamaNtungwa


Ngifis' ukphumelela (ukuphumelela)
Ngifez' amaphuph'ami (amaphuph' ami)
Ngibe nenjabulo
Sekukhona konk' okumnandi empilweni yam
(Ngiyakwethemba, ngiyakwethemba)
Ngikhothela kuwe, ngibalekel kuwe
Ngikholelwa kuwe, nginamandl' uma nginawe
Themba, ngingakwethemba na
Ukuthi uzoyvikel' inhliziyo yami?
Ulikhulise, ulujulise nsuku zonk' uthando lwami
Ufezekise, uwaphilise wonk' amaphuph' ami
(Ngiyakwethemba, ngiyakwethemba)
Mina ngyakwethemba
Themba ngyakwethemba x3
Noma ngvuk' ekuseni
Ngivuswa nguwe themba
Ngifis' ukuhamb' umhlaba ngivuselel' ithemba
Themba nawe, ube nenjabulo
Ngithi themba nawe ube nentokozo
(Ngiyakwethemba, ngiyakwethemba)
Ngikhothela kuwe, ngibalekel kuwe
Ngikholelwa kuwe, nginamandl' uma nginawe
Themba, ngingakwethemba na
Ukuthi uzoyvikel' inhliziyo yami?
Ulikhulise, ulujulise nsuku zonk' uthando lwam
Ufezekise, uwaphilise wonk' amaphuph' ami
(Ngiyakwethemba, ngiyakwethemba)
Mina ngyakwethemba
Themba ngyakwethemba (till the end)
Zandie Khumalo

Поcмотреть все песни артиста

Sanatçının diğer albümleri

Benzer Sanatçılar