Ngivuk' ekuseni, kugcwel' izindaba ngami
Ngivuk' ekuseni, kugcwel' amaphepha
Ngivuk' ekuseni, kushiwo lokhu
Nalokhu ngami
Ngivuk' ekuseni,oh kukhulunywa ngami
Why?
Ngathi kukhon' ohlal' ebheja ngami
Ethi noma engahlushwa, noma engaligwa
Kod' uzoma uzoma, uzoma, uzoma
Ngathi kukhon' ohlal' ebheja ngami
Ethi noma engahlushwa, noma engaligwa
Kod' uzoma, uzoma, uzoma, uzoma
Mdali ngath' usungithemba kakhulu nawe
Uhlal' ungivikele, ngeziyingelosi Eziyinkulugwane
Khumbula iNdonsa yakuphoxa
Kodwa mina,ngeke ngakuphoxa
Ngathi kukhono hlal' ebheja ngami
Ethi noma engahlushwa, noma engaligwa
Uzoma, uzoma, uzoma
Ngathi kukhono hlal' ebheja ngami
Ethi noma engahlushwa, noma engaligwa
Uzoma, uzoma, uzama
INSTRUMENTAL
Ngathi khono hlal' ebheja ngami
Ethi noma engahlushwa, noma engaligwa
Kod' uzoma, uzoma, uzoma
Поcмотреть все песни артиста
Sanatçının diğer albümleri