Kishore Kumar Hits

Aubrey Qwana - Molo şarkı sözleri

Sanatçı: Aubrey Qwana

albüm: Imvula Mlomo


Molo
Oh, ng'khuziwe
Ngabangani bamanga
Oh, ngitsheliwe
'Thiwa mina bazong'dlala
Oh, ng'khuziwe
Ngabangani bamanga
Oh, ngitsheliwe
'Thiwa mina bazong'dlala
Nibatshele ukuthi ng'the
Molo mhlobo wam, molo (oh, sawubona lapho)
Molo mhlobo wam, molo
Nibatshele ukuthi ng'the
Molo mhlobo wam, molo (oh, sawubona lapho)
Molo mhlobo wam, molo (oh, sawubona lapho)
Ng'yababona ngaphesheya kwencome, weh
Ng'yababona ngaphesheya komfula
Bayang'hlekisa, bayang'hlekisa
Bayang'planela, bayan'planela
Bafungile, bafungile
Bathi ngami baqedile, baqedile
Bangihlekela enhlinini
Ngathi ukhona olukhulela ensimini
Oh, ng'khuziwe
Ngabangani bamanga
Oh, ngitsheliwe
'Thiwa mina bazong'dlala
Oh, ng'khuziwe
Ngabangani bamanga
Oh, ngitsheliwe
'Thiwa mina bazong'dlala
Nibatshele ukuthi ng'the
Molo mhlobo wam, molo (oh, sawubona lapho)
Molo mhlobo wam, molo (oh, sawubona lapho)
Molo mhlobo wam, molo (oh, sawubona lapho)
Molo mhlobo wam, molo (oh, sawubona lapho)
Ye' nina bafana wena
Nagcina nginisaba phela
Umvundla zizonqanda wena, weh baweh
Dlala ngegej' ak'ziliwa
Mangingafika ubani ozon'lilela
Ng'bonge abasekhaya ngokungiqwashisa ngani
Ng'bonge abangasekho (awu, ng'bonge idlozi lami)
Ng'bonge abasekhaya ngokungiqwashisa ngani
Ng'bonge abangasekho, mina ng'bonge idlozi lami
Oh, ng'khuziwe
Ngabangani bamanga
Oh, ngitsheliwe
'Thiwa mina bazong'dlala
Oh, ng'khuziwe
Ngabangani bamanga
Oh, ngitsheliwe
'Thiwa mina bazong'dlala
Nibatshele ukuthi ng'the
Molo mhlobo wam, molo (oh, sawubona lapho)
Molo mhlobo wam, molo
Nibatshele ukuthi ng'the
Molo mhlobo wam, molo (oh, sawubona lapho)
Molo mhlobo wam, molo (oh, sawubona lapho)

Oh, sawubona lapho

Oh, sawubona lapho

Oh, sawubona lapho

Поcмотреть все песни артиста

Sanatçının diğer albümleri

Benzer Sanatçılar