Kishore Kumar Hits

Mnqobi Yazo - Mzala şarkı sözleri

Sanatçı: Mnqobi Yazo

albüm: Impi


MZALA Chorus Mtaka anti ngyazi ukuthi mina nawe
Siyaxabana Kodwa ungakhohlwa ukuthi wena ungowam u
Mzala Mtaka anti ngyazi ukuthi mina nawe
Siyaxabana Kodwa ungakhohlwa ukuthi wena ungowam u
Mzala Askhulumeni askhulumeni wena Mzala Askhulumeni askhulumeni wena
Mzala Askhulumeni askhulumeni wena Mzala Askhulumeni askhulumeni wena
Mzala Verse Ei angifuni ukuqamba amanga kodwa angifuni sibuyele
Kulezinto zakudala Ubab'wami nomamakho zange bazalwe bona kusukela
Kwakudala Inkinga zabo zidinga imbuzi khona sumndeni sizoqala
Ukuthembana Singathathi izinto zabantu abadala nathi besesiqala
Ukuzondana Better do what is good noma kushikisha ufudu kuyomele
Sikhule Kumele sikhule kumele sifunde njenge Vovo engqondweni
Kuyomele sihluze Ngoba asiyazi impi yabo isukaphi iyophelelaphi nah
Ngoba asiyazi Impi isukaphi iyophelaphi nah Yheeeeemmmh (
Yheeeeemmmh) Yheeeeemmmh (Yheeeeemmmh) Wololo wemama njena weeeeeh
Mtaka anti ngyazi ukuthi mina nawe
Siyaxabana Kodwa ungakhohlwa ukuthi wena ungowam u
Mzala Mtaka anti ngyazi ukuthi mina nawe
Siyaxabana Kodwa ungakhohlwa ukuthi wena ungowam u
Mzala Askhulumeni askhulumeni wena Mzala Askhulumeni askhulumeni wena
Mzala Askhulumeni askhulumeni wena Mzala Askhulumeni askhulumeni wena
Mzala Verse Sondela eduze wegazi lami Ngifuna siqede lendaba
Kusaneskhathi nje Ngxabano kumele igcine ngathi Akumele izifike
Ezinganeni ezincane nje Zithethe amacala ekade sesiwathethile Zihlabe
Nezimbuzi ekade sesizihlabile Zihamba zizibuza nemibuzo ukuthi
Emahlabeni ingempa kanti yini inginga Lamashwa akumele aze aqoqane
Ezinganeni Lenkinga kumele siyigweme kusasekuseni Ukuqala kwamashwa
Kuyodingeka izinkomo esingeke sazi-Aforda asiyigweme ekuqaleni
Kuyobanzima amashwa evimbe esangweni Kuyabanzima izono zihleli
Ezinganeni Ngakhoke manje kumele siqale siyilungisi lento Yheeeeemmmh
(Yheeeeemmmh) Yheeeeemmmh (Yheeeeemmmh) Wololo wemama njena weeeeeh
Mtaka anti ngyazi ukuthi mina nawe
Siyaxabana Kodwa ungakhohlwa ukuthi wena ungowam u
Mzala Mtaka anti ngyazi ukuthi mina nawe
Siyaxabana Kodwa ungakhohlwa ukuthi wena ungowam u
Mzala Askhulumeni askhulumeni wena Mzala Askhulumeni askhulumeni wena
Mzala Askhulumeni askhulumeni wena
Mzala Askhulumeni askhulumeni wena Mzala

Поcмотреть все песни артиста

Sanatçının diğer albümleri

Benzer Sanatçılar