Sjava - Eweni şarkı sözleri
Sanatçı:
Sjava
albüm: Umqhele
Sala kutshelwa, mhlambe yimi
Mhlamee ngiyobona ngomopho
♪
Ukukuthanda kwami ngathi kuzongiholela ekufeni
Angisaboni noma konakala ngiwela eweni
Ukukuthanda kwami ngathi kuzongiholela ekufeni
Angisaboni noma konakala ngiwela eweni
Ngisho abafwethu (mabengibonisa ngawe)
Angibambeki, angikhuzeki
Ngisho ekhaya mabengibonisa ngawe
♪
Angibambeki
Ngangikulobole ngenhloso eyodwa
♪
Ngangithanda ukuma kwakho
♪
Ngangingazitsheli ukuthi koze...
Ngangikulobole ngenhloso eyodwa
Ngangichazwa ukuma kwakho
♪
Ngangingazitsheli ukuthi koze kufike namhlanje
♪
Ngangikulobole ngenhloso eyodwa
♪
Ngangichazwa ukuma kwakho
Ngangingazitsheli ukuthi koze kufike namhlanje
Namhlanje ungumkami, ungumkami
Ngangingazitsheli ukuthi koze kufike namhlanje
Ngangikulobole ngenhloso eyodwa
Ukukuthanda kwami ngathi kuzongiholela ekufeni
Angisaboni noma konakala ngiwela eweni
Ukukuthanda kwami ngathi kuzongiholela ekufeni
Angisaboni noma konakala ngiwela eweni
Ngisho abafwethu (mabengibonisa ngawe)
Angibambeki, angikhuzeki
Ngisho ekhaya mabengibonisa ngawe
♪
Angibambeki
Yeyi, bengafun' ukuzwa lutho
Beng'ngak'funga ukufa kom'ntu
Ng'yafunga, ngiyaghomela
Makakuhluph' umuntu kulokhu
Belingaqhuma ukhuni kumuntu
Beng'ngacuphu [?] umuntu
Wami engim'thandayo, oh yeah
Yena ulubambo, oh
Ukukuthanda kwami ngathi kuzongiholela ekufeni
Angisaboni noma konakala ngiwela eweni
Ukukuthanda kwami ngathi kuzongiholela ekufeni
Angisaboni noma konakala ngiwela eweni
Ngisho abafwethu (mabengibonisa ngawe)
Angibambeki, angikhuzeki
Ngisho ekhaya mabengibonisa ngawe
Angibambeki
Поcмотреть все песни артиста
Sanatçının diğer albümleri