Ubofun'duk'linda Linda nje Bathi awuhlawulangwa sbongo ak'siso esakho Ungashis' impepho emsamu Thethise abaphansi Mas' ngakafiki iskhathi sakho Linda Linda Ungahlab' imbuzi Uhlab' iy'nkomo K'phel' imfuyo esbayeni Linda Linda Linda Linda Linda Linda Linda Linda Linda Linda Mawu'ytshel' ukuthi uyahlupheka Ngoba awuhlawulangwa Ijele lelo Phum' ejele Mawu'ytshel' ukuthi uyahlupheka Ngoba ubab' akho awumazi Ijele lelo Phum' ejele Mawu'ytshel' ukuthi ak'hlangani Empilweni yakho Ngenxa yes' bopho Ijele lelo Phum' ejele Ngoba Mina ngiy'ntandane Suka kuleyo nkulumo Ijele lelo Phum' ejele Ngoba wakhiph' isisu Bathi leyo ngane Yiyo eval' iybusiso Wawuxakekile Lona ak'lona iqiniso Maw'kholwa yilokho Ijele lelo Phum' ejele Ungashis' impepho emsamu Thethise abaphansi Mas' ngakafiki iskhathi sakho Linda Linda Ungahlab' imbuzi Uhlab' iynkomo K'phel' imfuyo esbayeni Linda Linda Linda Linda Linda Linda Linda Linda Linda Linda Yabon' imphumelelo Ifana nokufa Akekh' onolwazi ol'gcwele Sonke silind' amagam' ethu mayebizwa Ubona nje ses'dlal' abafundisi bamanga Besenzisa yonke lemihlola le Ubona sesdlal' inyanga zamanga Sisenzisa yonke lemihlola le As' vuke emaqandeni S'fund' uk' linda Sodlal' abantu As' vuke emaqandeni S'fund' uk' linda Ngoba Sodlal' abantu Ungashis' impepho emsamu Thethise abaphansi Mas' ngakafiki iskhathi sakho Linda Linda Ungahlab' imbuzi Uhlab' iynkomo K'phel' imfuyo esbayeni Linda Linda Linda Linda Linda Linda Linda Linda Linda Linda