Kishore Kumar Hits

Vico da sporo - Ndoni şarkı sözleri

Sanatçı: Vico da sporo

albüm: Bandlase Vol.2


Ngithi nansi indoni yamanzi (oh muhle umntan'omuntu)
Ngithi lapho ngisabani (aw kwanzima madoda)
Ngithi kaze ngizoyqalaphi
(Aw ngizoy'qalaphi kodwa madoda lendaba wamuhle lomuntu)
Lapho ngiy'thandani (aw ngiyamthanda) lapho ngiy'thandani (aw ngiyak'dinga)
Aw ngizoqin' isibindi (wamuhle mntan'omuntu, oh ngaze ngak'saba)
(Ngak'saba ngik'thana) lapho ngiy'thandani (ngikubhekile nje umoyizela)
Ngavele ngajabula inhliziyo yami igcwele uthando
Oh ibanomusa baby
Nansi indoni yamanzi, angithi ayi ngisabani
Ay thandazeni ngizoyiqalaphi mmm
Ngithi nansi

Nansi awlapho ngithandani
Awlapho ngithandani, ngithi nansi awkodwa ngizoqin' isibindi

Mmm akodwa ngizoqin' isbindi
Ngithi nansi awkodwa ngizoqin' isbindi
Ngoba mina ngizohlal' ethembeni indoni yamanzi
Ngithi angizohlale ethembeni
Ngithi nansi akodwa ngizoqina isibindi

Поcмотреть все песни артиста

Sanatçının diğer albümleri

Benzer Sanatçılar