(Xangilapha)
Thokozile, ngijabulile (mangilapha)
Thokozile, ngijabulile (mangilapha)
Izintaba ezing'sithel' ekhaya
Ngiyasondela kuzona, ng'yafik' ekhaya
Izintaba ezing'sithel' ekhaya
Ngiyasondela kuzona, ng'yobabon' ekhaya
Mina, ng'say' ekhaya
Mina, ng'yolal' ekhaya
Namhlanje ngiyodl' ekhaya
Namhlanje ngiyodl' ekhaya
Akukho njabulo kwedlul' ikhaya
Akukh' obumnand' okudlul' ekhaya
Thokozile, ngijabulile (mangilapha)
Thokozile, ngijabulile (mangilapha)
Thokozile, ngijabulile (mangilapha)
♪
Ngithokozile, ngijabulile
Ngithokozile mangilapha
Ang'funi uk'suka, angiyi ndawo
Nom' ungabiz' amaphoyisa, ay, uyazikhohlisa
Oh k'lamul' ukusa
Поcмотреть все песни артиста
Sanatçının diğer albümleri