Kishore Kumar Hits

Bonakele - Ngiyamemeza şarkı sözleri

Sanatçı: Bonakele

albüm: The Best Of Bonakele

Sengiyokhala kuyozwa bani na kuyozwa bani na
Sengiyokhala kuyosabela ubani na kuyosabela bani na
Sengiyokhala kuyozwa bani na kuyozwa ubani na
Sengiyokhala kuyosabela ubani na kuyosabela ubani na
Olusizi olungaka babo
Ngiyolethulwa ngubani babo ngubani nkosi yami
Lolusizi olungaka nkosi yami olungaka bo
Ngiyolethulwa ngubani nkosi yami ngubani baba
Ongiyokhala kuyozwa bai na (Ngamemeza ngiyokhala kuyozwa bani)
Sengiyokhala kuyosabela ubani na (Ngamemeza ngiyokhala kuyozwa bani)
Simaye wemaye bo (Ngamemeza ngiyokhala kuyozwa bani)
Osimye wemaye nkosi yami (Ngamemeza ngiyokhala kuyozwa bani)
Simaye wemaye bo (Ngamemeza ngiyokhala kuyozwa bani)
Osimye wemaye nkosi yami (Ngamemeza ngiyokhala kuyozwa bani)
Nngiyokhala kuyozwa bai na (Ngamemeza ngiyokhala kuyozwa bani)
Segiyokhala kuyosabela ubani na (Ngamemeza ngiyokhala kuyozwa bani)
Awu mina ngiyintandane babo ngiyintandane nkosi yami
Ongiyokhala kuyosabela ubani na kuyosabela bani na
Awu mina ngiyintandane babo ngiyintandane nkosi yami
Segiyokhala kuyosabela ubani na kuyosabela bani na
Sengiyokhala kuyozwa bani (Ngamemeza ngiyokhala kuyozwa bani)
Sengiyodliwa yizingonyama nkosi
Yami (Ngamemeza ngiyokhala kuyozwa bani)
Sengiyokhala kuyozwa bani (Ngamemeza ngiyokhala kuyozwa bani)
Sengiyodliwa yizingonyama somandla (Ngamemeza ngiyokhala kuyozwa bani)
Kolusizi olungaka madoda (Ngamemeza ngiyokhala kuyozwa bani)
Sengiyokhala kuyosabela ubani (Ngamemeza ngiyokhala kuyozwa bani)
Simaye wemaye bo (Ngamemeza ngiyokhala kuyozwa bani)
Simye wemaye nkosi yami (Ngamemeza ngiyokhala kuyozwa bani)
Maye maye babo
Osimaye maye nkosi yami awu maye babo
Sengiyokhala kuyozwa bani na kuyozwa bani na
Sengiyokhala kuyosabela usomandl na kuyosabela bani na
Olusizi olungaka madoda olungaka bo
Sengiyothulwa ngubani na ngubani wesomandla
Abasekho abakithi ekhaya abasekho bonke
Sengiyokhala kuyosabela bani na kuyosabela ubani na
Abasekho abakithi (Ngamemeza ngiyokhala kuyozwa bani)
Segiyokhala kuyosabela ubani na (Ngamemeza ngiyokhala kuyozwa bani)
Liyamemza idlozi lami we (Ngamemeza ngiyokhala kuyozwa bani)
Liyamemeza ezinkalweni babo (Ngamemeza ngiyokhala kuyozwa bani)
Liyakhala idlozi lami we (Ngamemeza ngiyokhala kuyozwa bani)
Liyamemeza ezintabeni bo (Ngamemeza ngiyokhala kuyozwa bani)
Ma ngikhala kuyozwa bani na(Ngamemeza ngiyokhala kuyozwa bani)
Sengiyodliwa ngamnqe (Ngamemeza ngiyokhala kuyozwa bani)
Sengiyokhala kuyozwa bani (Ngamemeza ngiyokhala kuyozwa bani)
Sengiyodliwa yizingonyama babo (Ngamemeza ngiyokhala kuyozwa bani)
Liyamemza idlozi lami we (Ngamemeza ngiyokhala kuyozwa bani)
Liyamemeza ezinkalweni nkosi yami (Ngamemeza ngiyokhala kuyozwa bani)
Liyakhala idlozi lami we (Ngamemeza ngiyokhala kuyozwa bani)
Liyamemeza ezintabeni babo (Ngamemeza ngiyokhala kuyozwa bani)
Mangikhala kuyozwa bani na (Ngamemeza ngiyokhala kuyozwa bani)
Sengiyokhala kuyosabela ubani na (Ngamemeza ngiyokhala kuyozwa bani)
Sengiyodliwa yizingonyama mina (Ngamemeza ngiyokhala kuyozwa bani)
Sengiyomemeza kuyosabela bani na (Ngamemeza ngiyokhala kuyozwa bani)

Поcмотреть все песни артиста

Sanatçının diğer albümleri

Benzer Sanatçılar