Kishore Kumar Hits

Bongiwe Madela - Indlela şarkı sözleri

Sanatçı: Bongiwe Madela

albüm: Indlela


(Uzokwenz'indlela)
(Akukapheli)
(Ungukukhanya ebumnyameni)
(Uzokwenz'indlela)
(Akukapheli)
(Ungukukhanya ebumnyameni)
Ngiyaz' isid'iskhath' ulindile
Ngiyaz' usudlule nasezimeni, eziningi
Ikhon'inzuzo kwabamlindele
Futh' usek'dlulisile nasezimeni, eziningi
(Babusisiwe othemba labo, linguJehova)
(Usinika amandl' amasha)
(Babusisiwe othemba labo, linguJehova)
(Usinika amandl' amasha)
Unamacebo amahle ngawe
Futh' akukh' okungezeki um'ukholwa
Ngiyaz isid'iskhath ulindile
Kodw' usek'dlulisile nasezimeni, eziningi
(Babusisiwe othemba labo, linguJehova)
(Usinika amandl' amasha) Usinik' amandl' amasha
(Babusisiwe othemba labo, linguJehova)
(Usinika amandl' amasha) Ngoba uzokwenz'indlela
(Uzokwenz'indlela)
(Akukapheli)
(Ungukukhanya ebumnyameni)
(Uzokwenz'indlela) Akukapheli
(Akukapheli)
(Ungukukhanya ebumnyameni)
Oh babusisiwe (Babusisiwe othemba labo, linguJehova)
(Usinika amandl' amasha)
(Babusisiwe othemba labo, linguJehova)
(Usinika amandl' amasha)
Uzokwenz'indlela
(Akukapheli)
(Ungukukhanya ebumnyameni)
(Uzokwenz'indlela)
(Akukapheli)
(Ungukukhanya ebumnyameni)
Yen'unamacebo amahle ngawe (Akukapheli)
Nom'iminyango ingaval' yen uzovula (Akukapheli)
Yebo akukapheli (Akukapheli)
Uzokwenz'indlela
(Uzokwenz'indlela, akukapheli)

Поcмотреть все песни артиста

Sanatçının diğer albümleri

Benzer Sanatçılar