Kishore Kumar Hits

Ihashi Elimhlophe - Ngiyazithandela şarkı sözleri

Sanatçı: Ihashi Elimhlophe

albüm: Uqanduqandu


Oh mina ngiyay'thandela weh ma!
Oh mina ngiyay'thandela weh ma!
Oh mina ngiyay'thandela umtan'omuntu mina
Oh mina ngiyay'thandela umtan'omuntu mina
Aw k'vela abant' bakhe manje uyang'buka
Aw k'vel' amaziny'akhe manje uyahleka
Oh mina ngiyay'thandela weh ma!

Aw'zweke umfoka Ngcobo la esekhona
Ungethuki wena khululeka, k'seyilo iHhashi Elimhlophe
Elehla lenyuka ngenhlabathi mazugudle
Igwele laphuza laphalaz' isoka
Uyalizwa iHhashi Elimhlophe?
Qhu washa! Bambelela siyajika wena!
Hhey uyaphi lo hlala law'bekwe khona
Udl'ok;nikiwe mus' uk'gcogcoma nendlu yonke
Hlela Bheseni ak'ka phakwa hhawu
Uqoshameleni lo? Hlala ngentombi awboni ukuthi kwedlul' insizwa
Mthinte wena Mafuth' enkukhu lapho

Use Goli! Use Goli umtan' omuntu
Lapho khona uyoz' abuye
Maniye nambona nibong'khonzela kuye
Ise Goli ingan'yomuntu
Use Goli umntan' omuntu
Lapho khona uyoz' abuye!
Oh mina ngiyay'thandela weh ma!
Oh mina ngiyay'thandela into yomuntu mina
Oh mina ngiyay'thandela umtan'omuntu mina
Use Goli umntan' omuntu
Lapho khona uyoz' abuye!
Manike nambona nibong'khonzela kuye
Aw k'vela abant' bakhe manje uyang'buka
Aw k'vel' amaziny'akhe manje uyahleka
Oh mina ngiyay'thandela weh ma!
Oh mina ngiyay'thandela weh ma!
Oh mina ngiyay'thandela into yomuntu mina
Oh mina ngiyay'thandela umtan'omuntu mina
Use Goli umntan' omuntu
Lapho khona uyoz' abuye!
Manike nambona nibong'khonzela kuye
Oh mina ngiyay'thandela umntan' omuntu!
Oh mina ngiyay'thandela umntan' omuntu weh ma!
Oh mina ngiyay'thandela umntan' omuntu
Oh mina ngiyay'thandela umntan' omuntu weh ma!
Use Goli umntan' omuntu
Ise Goli ingan' yabantu
Use Goli umntan' omuntu

Поcмотреть все песни артиста

Sanatçının diğer albümleri

Benzer Sanatçılar