Kishore Kumar Hits

Ihashi Elimhlophe - Akabongi şarkı sözleri

Sanatçı: Ihashi Elimhlophe

albüm: Uqanduqandu

Umnto njani onjani lona!
Umntonjani lona!
Umntonjani lona!
Umntonjani lona! Hhey akabongi
Ngimenzela konke kodwa akabongi
Ngimunika konke kodwa akabongi
(Umntonjani lona? awakabongi) ngimunik' isandla afun' ingalo yonke

(Umntonjani lona? awakabongi) ngimuni' ingalo afun' ingqondo yami

(Umntonjani lona? awakabongi) ufun' umoya wami ufun' umoya wami
(Umntonjani lona? awakabongi)
Khuluma nazo mfan' uHashi Elimhlophe mfan' lehla lenyuk' ngehlabathi
Ungazuwgudle igwala laphuza laphaza isoka, uyalizwa iHashi Elimhlophe elaselikhona
Livele ngamadlebe entabeni, malingavela ngekhanda uzozwe' ngathi uyasha
Hhawu ulele lo ngabolal' umile bok'ntshontsha abantu
Uyophaphama eThekweini qhu whasha! Bambelela siyajika wena
Hhey uyaphi lo? Hlala law'bekwe khona udle okunikiwe musa uk'gcogcoma nendlu yonke
Hlehla bheseni akukaphakwa, uqoshameleni lo?
Dlala ngentombi, awuboni ukuthi kwendlul' insinzwa
Mthinte wenena mafuth' eNkukhu lapho

(Umntonjani lona? awakabongi) ngimunik' isandla afun' ingalo yonke
(Umntonjani lona? awakabongi) ngimunik' isandla afun' ingalo yonke
(Umntonjani lona? awakabongi) ngimuni' ingalo afun' ingqondo yami
(Umntonjani lona? awakabongi) ngimuni' ingalo afun' ingqondo yami
(Umntonjani lona? awakabongi) ufun' umoya wami ufun' umoya wami
(Umntonjani lona? awakabongi) ngimenzela konke kodwa akabnongi
Umnto njani onjani lona!
Umntonjani lona!
Ngimenzela konke kodwa akabongi
Ngimunika konke kodwa akabongi
Ngimenzela konke kodwa akabongi
Ngimunika konke kodwa akabongi
Umnto njani onjani lona!
Umntonjani lona! Hhey akabongi, hhey akabongi
(Umntonjani lona? awakabongi) ngimunik' isandla afun' ingalo yonke
(Umntonjani lona? awakabongi) ngimunik' isandla afun' ingalo yonke
(Umntonjani lona? awakabongi) ngimuni' ingalo afun' ingqondo yami
(Umntonjani lona? awakabongi) ngimuni' ingalo afun' ingqondo yami
(Umntonjani lona? awakabongi) ufun' umoya wami ufun' umoya wami
(Umntonjani lona? awakabongi) ufun' umoya wami ufun' umoya wami

Поcмотреть все песни артиста

Sanatçının diğer albümleri

Benzer Sanatçılar