Kishore Kumar Hits

Ihashi Elimhlophe - Kulukhuni şarkı sözleri

Sanatçı: Ihashi Elimhlophe

albüm: Uqanduqandu

Kulukhuni ngoba sizi nsizwa ngoba sizi nsizwa savuma

(S'bamba kulukhini noma kunzima sidedela)
(Ngoba sizi nsizwa ngoba sizinsizwa savuma) savuma

(Ngoba sizi nsizwa ngoba sizinsizwa savuma)

Khuluma nazo mfan' uHhash Elimhlophe
Elehla lenyuka ngenhlabathi ungazuw'gudle
Igwala laphuza laphalaz' isoka
Uyaliza iHhash Elimhlophe elase likhona
Livele ngamadlebe entabeni malingavela ngekhanda uzozw' engath' uyasha
Kant' ush'izolo, aw'way'bambangempela umfoka Manyopane
Ubaba ong'zalayo loyo
Hho uyaphi lo? Hlala lapho udl'okunikiwe
Mus'ukgcogcoma nendlu yonke, hlehla Bheseni ak'kaphawakwa
Uqoshameleni lo hlala ngentombi
Aw'boni ukuthi kwedlul' insizwa
Mthinte wena Mafuthenkukhu lapho
Kududula ngaye ungqongongqongo ngaloyo s'phala
Amathi anjenge ntondolo kwehla kwenyuka kuyosh' eZulwini
Ukuthi k'dala uk'vulwa koMhlaba gqinsi hlehlelezi dlana sebedlile
Wuye njalo uMafuthenkukhu lowo kungak'phathi kabi, khululeka!
Cgwal' ibhavu
Kulukhuni ngoba sizi nsizwa ngoba sizi nsizwa savuma
(S'bamba kulukhini noma kunzima sidedela)
(Ngoba sizi nsizwa ngoba sizinsizwa savuma) savuma
(S'bamba kulukhini noma kunzima sidedela) sidedele

Поcмотреть все песни артиста

Sanatçının diğer albümleri

Benzer Sanatçılar