Kishore Kumar Hits

Nomfundo Moh - Revelation - Intro şarkı sözleri

Sanatçı: Nomfundo Moh

albüm: Amagama (Deluxe)


Thonga lami ngihawukele
Thonga lami ngihawukele
Thonga lami ngihawukele weThonga lami
Ilanga liyaqal' ukuphakama
Kuwena kuzokhanya ungab' usakhala iningi ngawe lisazomangala
Yekel' ukusaba
Dondolo lwakho malifun' ukusala
Ungab' usasala mtanami lanasizozama
Kwasho kwagqama, kwankeneneza iphimbo lakho
Ezindlebeni zeningi qede kwazwakala
Lahlala enhlizweni zeningi qeda labakha baba wena uyithemba
Mhlamba wonke wena mbali wawusuqhakaza
Yebo umhlaba uyahlaba, kodwa lomhlaba usuzozabalaza kuwe nje
Bengicela ukuthi ungab' usasaba ilanga kuwe seliyaphakama
Ngibon' uukhanya namanje mina sengiyahamba

Поcмотреть все песни артиста

Sanatçının diğer albümleri

Benzer Sanatçılar