Kishore Kumar Hits

Simmy - Umahlalela şarkı sözleri

Sanatçı: Simmy

albüm: Tugela Fairy


Usuku nosuku kuyasetshenzwa
Kodwa wena uhleli la
Ezinye izinsizwa zibambile
Kodwa wen' usahleli la
Aw, mina ngik'thand' impela
Kodwa ngeke k'lunge, ng'yazondla, ng'yakondla, oh ng'yaphela
Aw, mina ngik'thand' impela
Kodwa ngeke k'lunge, ng'yazondla, ng'yakondla, oh ng'yaphela
Aw, aning'sizeni
Aning'tshelele yena
Aw, hamb' uyomtshela uthando l'yabiza
Oh-oh, aning'tshelele yena
Aw, hamb' uyomtshela uthando l'yabiza
Aning'sizeni
Ngaze ngavelelw' umahlalela, umahlalela
Aning'sizeni
Ngaze ngavelelw' umahlalela, umahlalela
Usuku nosuku kuyasetshenzwa
Kodwa wena uhleli la
Ezinye izinsizwa zibambile
Kodwa wen' usahleli la
Aw, mina ngik'thand' impela
Kodwa ngeke k'lunge, ng'yazondla, ng'yakondla, oh ng'yaphela
Aw, mina ngik'thand' impela
Kodwa ngeke k'lunge, ng'yazondla, ng'yakondla, oh ng'yaphela
Aw, aning'sizeni
Aning'tshelele yena
Aw, hamb' uyomtshela uthando l'yabiza
Oh-oh, aning'tshelele yena
Aw, hamb' uyomtshela uthando l'yabiza
Aning'sizeni
Ngaze ngavelelw' umahlalela, umahlalela
Aning'sizeni
Ngaze ngavelelw' umahlalela, umahlalela

Aning'tshelele yena
Aw, hamb' uyomtshela uthando l'yabiza
Oh-oh, aning'tshelele yena
Aw, hamb' uyomtshela uthando l'yabiza
Aning'tshelele yena
Aw, hamb' uyomtshela uthando l'yabiza
Oh-oh, aning'tshelele yena
Aw, hamb' uyomtshela uthando l'yabiza
Aning'sizeni
Ngaze ngavelelw' umahlalela, umahlalela
Aning'sizeni
Ngaze ngavelelw' umahlalela, umahlalela
Aning'sizeni
Ngaze ngavelelw' umahlalela, umahlalela
Aning'sizeni
Ngaze ngavelelw' umahlalela, umahlalela

Поcмотреть все песни артиста

Sanatçının diğer albümleri

Benzer Sanatçılar