Kishore Kumar Hits

Soul Brothers - Ukhulumela Futhi! şarkı sözleri

Sanatçı: Soul Brothers

albüm: Moses Ngwenya - My Best 20!


Ngoba bengithi uyasihlonipha nje
We mntanami sekwenze njani manje?
Ngoba bengithi uyasihlonipha nje
We ngane yami sekwenze njani manje?
Lomuntu uzovuma noma uzophika yini na?
Njengoba uzethwele manje
Lomuntu uzovuma noma uzophika yini na?
Njengoba usunjena manje
INSTRUMENTS
Uku'xosha kwam angeke
Kungisize ngalutho nje
Uku'xosha kwam angeke
Kungisize ngalutho nje
Kuphela nje ngifuna inkhomo yami
Kuphela nje ngifun'inhlawulo yami
Kuphela nje ngifuna inkhomo yami
Kuphela nje ngifun'inhlawulo yami
INSTRUMENTS
Ngoba bengithi uyasihlonipha nje
We mntanami sekwenze njani manje?
Ngoba bengithi uyasihlonipha nje
We ngane yami sekwenze njani manje?
Lomuntu uzovuma noma uzophika yini na?
Njengoba uzethwele manje
Lomuntu uzovuma noma uzophika yini na?
Njengoba usunjena manje
INSTRUMENTS
Uku'xosha kwami angeke
Kungisize ngalutho nje
Uku'xosha kwami angeke
Kungisize ngalutho nje
Kuphela nje ngifuna inkhomo yami
Kuphela nje ngifun'inhlawulo yami
Kuphela nje ngifuna inkhomo yami
Kuphela nje ngifun'inhlawulo yami

Поcмотреть все песни артиста

Sanatçının diğer albümleri

Benzer Sanatçılar