We Ntombi unecala awuzinikanga izinsizwa ithuba lokweshela
Igome kanjani intombi singayitshelanga ukuthi ntombi qoma ngoba thina sesidelile ukweshela
Igome kanjani
Igome kanjani intombi singayitshelanga ukuthi ntombi qoma ngoba thina sesidelile ukweshela
Ilikhiphe kanjani
Ilikhiphe kanjani iqabane intombi singayitshelanga ukuthi
Mfake sesidelile ukweshela
Ilikhiphe kanjani
Ilikhiphe kanjani iqabane intombi singayitshelanga ukuthi
Mfake sesidelile ukweshela
Kumnandi bol
Kumnandi ukushela itshitshi wemadoda
Kubuhlungu ukushela intombi ivuka esokeni
Kumnandi ukushela itshitshi wemadoda
Kubuhlungu ukushela intombi ivuka esokeni
Kumnandi ukushela itshitshi wemadoda
Kubuhlungu ukushela intombi ivuka esokeni
Vela nsizwa
Vela nsizwa ezoqonywa yilentombi, vela sikuxhawule
Vela nsizwa
Vela nsizwa ezoqonywa yilentombi, vela sikuxhawule
Dede
Sishele sadela
Vela nsizwa ezoqonywa yilentombi, vela sikuxhawule
Bayaphoxeka
Bayaphoxeka abaphathi bezintombi uma ziphunyuka sandleni sabo
Bayaphoxeka
Bayaphoxeka abaphathi bezintombi uma ziphunyuka sandleni sabo
Bakhuzumhlolo mantombazane nifunani emva kwendlu bazonibamb' abafana
Bakhuzumhlolo mantombazane nifunani emva kwendlu bazonibamb' abafana
Wo musan' wemantombazane ukudlala ngegeja kuziliwe
Mantombazane
Mantombazane nifunan' emva kwendlu bazonibamb' abafana
Slyabababona labonsuku zimbili isimqomile
Unsuku zintathu isimalile
Unsuku zimbil' isimqomile
Unsuku zintath' isimalile
Unsuku zimbil' isimqomile
Unsuku zintath' isimalile
Unsuku zimbil' isimqomile
Unsuku zintath' isimalile
Unsuku zimbil' isimqomile
Unsuku zintath' isimalile
Unsuku zimbil' isimqomile
Unsuku zintath' isimalile
Unsuku zimbil' isimqomile
Поcмотреть все песни артиста
Sanatçının diğer albümleri