Wangishiyelani Nomathemba
Wangishiya ngingedw' uNomathemba (Lokho ke) Lokho kuyang' mangalisa
(Lokho ke) Lokho kuyang' mangalisa
Mangibon' intandane Eyayihleli ngaphansi kwomthunzi Lokho kuyang' mangalisa
Hawu*, hawu, hawu.
Ngayibuz' igama layo Ayiphendulanga Yabheka phansi yaze yakhala iziNyembezi, iziNyembezi.
Nomathemba Wangishiya la Ngisele ngingedwa Nomathemba wam'
UNomathemba wam' Wangishiya la Ngisele ngingedwa uNomathemba wam'
Usehambile uNomathemba akasabhali nencwad' encane
(Buya Nomathemba...) UseGoli uNomathemba, akasabhali nencwad' encane
(Buya Nomathemba...) UseMnambithi uNomathemba akasabhali nencwad' encane
(Buya Nomathemba...)
Поcмотреть все песни артиста
Sanatçının diğer albümleri