Kishore Kumar Hits

Ntencane - BayangiSabawela şarkı sözleri

Sanatçı: Ntencane

albüm: Incane Lembobo


Sthandwa sami kukhona into engangiphete kahle.
Ngothando lwethu kukhona sek'shintshile manje
Sthandwa sami kukhona into engangiphete kahle
Ngothando lwethu kukhona sek'shintshile manje
Mina kudala ngagcina ukukuzwa ungincoma ungiteketisa
Yazi kudala ngagcina ukukuzwa ungincoma ungiteketisa
Mina Sengigcina ngokuzwa bengincoma edolobheni
Sengigcina ngokuzwa bengincoma edolobheni
Mangigqoke kahle
Sengigcina ngokuzwa bengincoma
Edolobheni ubuhle bami
Uboqaphelingozi ziyakushiya eziyencemeni
Uboqaphelingozi ziyakushiya eziyencemeni
Ubungiphatha kahle bayangisabawela abanye
, Ngiphathekahle bayangisabawela abanye

Поcмотреть все песни артиста

Sanatçının diğer albümleri

Benzer Sanatçılar