Kishore Kumar Hits

Olefied Khetha - Ezintabeni şarkı sözleri

Sanatçı: Olefied Khetha

albüm: Ezintabeni


Umuntu uhlel' ese'yintabeni
Angithi s'zama ukududuza amaphakethe
Imali layiningi ngakhona akukho ngasekhaya
Kuse'yintabeni
Noma kukude ekhaya
Kodwa nghamba ngbuye
Nghamba ngbuye
Noma kukude
Kodwa nghamba ngbuye
Nghamba ngbuye
Noma kukude ekhaya
Kodwa nghamba ngbuye
Nghamba ngbuye
Noma kukude
Kodwa nghamba ngbuye
Nghamba ngbuye
Noma kukude ekhaya
Kodwa nghamba ngbuye
Nghamba ngbuye
Noma kukude
Kodwa nghamba ngbuye
Nghamba ngbuye
Noma kukude ekhaya
Kodwa nghamba ngbuye
Nghamba ngbuye
Noma kukude
Kodwa nghamba ngbuye
Nghamba ngbuye
Umuntu usehlel' esemgaqweni
NoKhulu senok'thetha manje edladleni
I try to tell her ukuthi imali layiningi ngakhona akukho ngasekhaya kuse'yintabeni
(Ngizam' ukumchazela)
Aksizi ukhlala ngibe ng'ngasebenzi
(Ngingena lutho)
Kmele ngyophanta nami ngbuye namaCent
Kodwa imali layiningi ngakhona akukho ngasekhaya kuse'yintabeni
Amen
Nkulunkulu ng'cela ungbeke ekhambeni
Ngfuna ukbuya ekhaya ngsaphila ngyohlangana nomndeni
Plus, futhi kdala ngawugcina
We have to celebrate
Ngzobuya nomholo mangfika sonke siye edolobheni
Haha
Njalo makhlangana
Yaz ng'nokncuma ngedwa njalo mang'cabanga
Ukhulu uyasbaNg'zobuyala sonke methandaza
The reason sisaphila and kuba mnandi mashlangana
Ngzobuy' ekhaya
Umuntu uhlel' ese'yintabeni
Angithi s'zama ukududuza amaphakethe
Imali layiningi ngakhona akukho ngasekhaya
Kuse'yintabeni
Noma kukude ekhaya
Kodwa nghamba ngbuye
Nghamba ngbuye
Noma kukude
Kodwa nghamba ngbuye
Nghamba ngbuye
Noma kukude ekhaya
Kodwa nghamba ngbuye
Nghamba ngbuye
Noma kukude
Kodwa nghamba ngbuye
Nghamba ngbuye
Noma kukude ekhaya
Kodwa nghamba ngbuye
Nghamba ngbuye
Noma kukude
Kodwa nghamba ngbuye
Nghamba ngbuye
Noma kukude ekhaya
Kodwa nghamba ngbuye
Nghamba ngbuye
Noma kukude
Kodwa nghamba ngbuye
Nghamba ngbuye
Umndeni wami ng'yawuthanda angani?
So ke manghamba ngabe ng'bhungukelani?
Ngib' okabani?
Phela umndeni awfani nje nabangani
Ekhaya kuba mnandi ngoba syazana s'ngasizanaphi
Ngzobuya makphela inyanga
Angithi ngangshilo ukuthi ngyophanta
Ngfonele uKhulu ngyabuya mama
Ng'cela upheke kahle
Ngfuna nje upheke uphuthu nenyama
She knows i like it for the food
She always complain
Athi Khetha ngathi awusuthi lawuhlala khona
Khulu ungesabi nje amahlala khona
S'khohlwa nawukudla hlezi sisebenza
Kodwa ke lokho k'ngakdidisi
Vele indlala ngyayazi iyona eyangjimisa
Nawe by my side ngempilo wangfundisa
Namhlanje bangbona ng'gqoke kahle bangphikise
Kodwa
Ngzobuya njalo mahlangana
Yaz ng'nokncuma ngedwa njalo mang'cabanga
Ukhulu uyasbala sonke methandaza
The reason sisaphila and kuba mnandi mashlangana
Ngzobuy' ekhaya
Umuntu uhlel' ese'yintabeni
Angithi s'zama ukududuza amaphakethe
Imali layiningi ngakhona akukho ngasekhaya
Kuse'yintabeni
Noma kukude
Noma kukude
Kodwa ng'hamba ng'buye
Ng'hamba ng'buye
Lento ila
Noma ngibuye ngingaholanga
Bathi thula ungakhali uyakhula mfana
Impilo injalo mfana
Yaz umah noAnkel
Noma ng'buye ngingaholanga
Bathi thula ungakhali uyakhula mfana
Impilo injalo mfana
Noma kukude ekhaya
Kodwa nghamba ngbuye
Nghamba ngbuye
Noma kukude
Kodwa nghamba ngbuye
Nghamba ngbuye
Noma kukude ekhaya
Kodwa nghamba ngbuye
Nghamba ngbuye
Noma kukude
Kodwa nghamba ngbuye
Nghamba ngbuye
Noma kukude ekhaya
Kodwa nghamba ngbuye
Nghamba ngbuye
Noma kukude
Kodwa nghamba ngbuye
Nghamba ngbuye
Noma kukude ekhaya
Kodwa nghamba ngbuye
Nghamba ngbuye
Noma kukude
Kodwa nghamba ngbuye
Nghamba ngbuye

Поcмотреть все песни артиста

Sanatçının diğer albümleri

Benzer Sanatçılar