Kishore Kumar Hits

Joyous Celebration - Ngasinda Nami - Live şarkı sözleri

Sanatçı: Joyous Celebration

albüm: Joyous Celebration 26: Joy (Live At The Joburg Theatre)


Wangifela uJesu esiphambanweni
Lachitheka lon' igazi
Ngaze ngasinda nami
Wangifela uJesu esiphambanweni
Lachitheka lon' igazi
Ngaze ngasinda nami
Wangifela uJesu esiphambanweni
Lona lachitheka lon' igazi
Ngaze ngasinda nami
Oh, wangifela uJesu esiphambanweni
Lona lachitheka lon' igazi
Ngaze ngasinda nami
Naw' ungeza kuye
Uxolelw' izono zakho
Akakheth' ibhala lamntu
Wafela zonk' inhlaka
Naw' ungeza kuye
Uxolelw' izono zakho
Yen' akakheth' ibhala lamntu
Wafela zonk' inhlaka
Woza nawe, woza nawe (ungeza kuye)
Uxolelw' izono zakho
UJesu akakheth' ibhala lamntu
Wafela zonk' inhlaka
Woza nawe, woza kuJesu (ungeza kuye)
Uxolelw' izono zakho
UJesu akakheth' ibhala lamntu
Wafela zonk' inhlaka
Oh, wangifela uJesu
Ngaxolelw' izono zami
Ngaphandle kwakh' angilutho
Ngaphandle kwakh' angilutho
Wafel' izo, zono zami
Woza nawe, woza kuJesu
Uzok'xolela zonk' izono zakho
Angek' akushiye, angek' akulahle
Wafela zonke, zonk' inhlaka
Woza nawe
(Ungeza kuye)
Uxolelw' izono zakho
UJesu akakheth' ibhala lamntu
Woza nawe, woza nawe (wafela zonk' inhlaka)
Thath' ithuba lakho, woza nawe (ungeza kuye)
UJesu uxolelw' izono zakho
Yen' akakheth' ibhala lamntu
Wafela zonk' inhlaka
Thath' ithuba lakho, woza kuJesu
Uxolela onk' amaphuth' akho
Angek' akushiye, angek' akulahle
Wafela thina, thina sonke
Leli ithuba lakho lok'thath' uJesu
Hlal' ezinyaweni, hlal' ezinyaweni
Ungasuki kuye, ungasuki kuye
Wafela thina, thina sonke
Woza kuJesus
(Ungeza kuye)
Uxolelw' izono zakho
Akakheth' ibhala lamntu
Wafela zonk' inhlaka
Woza nawe, woza nawe (ungeza kuye)
Uxolelw' izono zakho
Yen' akakheth' ibhala lamntu
Wafela thina sonke (wafela zonk' inhlaka)
Naw' ungeza kuye
Uxolelw' izono zakho
UJes' akakhethi ibhala lamntu
Wafela zonke, zonk' inhlaka
Woza kuJesu, woza kuJesu
Woza kuye, he!

Поcмотреть все песни артиста

Sanatçının diğer albümleri

Benzer Sanatçılar