Kishore Kumar Hits

Mzux Maen - Umoya (feat. Bayede Mabuza & Ndlalifa) şarkı sözleri

Sanatçı: Mzux Maen

albüm: Amani EP


Zavuka izinkanyezi umase kuvuka lomoya
Kwadeda ubumnyama vele angzwani nomona
Isitha ngasbheka emehlweni ngasitshela lempulo ngzoyithola
Manje sesigwinya amagama ayehla nameva siyaysola
Bathi mawucabang uzophumelela syoke sbone
Somuphonsa ngelifu elimnyama yena syoke sibone
Lethonga engihamba nalo lathi syoke sibone
Syoke sibone
Umoya umoya
Umoya umoya
Umoya umoya
Umoya wezinyanya zami
Umoya Ha He
Awe lele awlelelelelele
Ngidinga ukukhanya ekhaya
Umhlaba uyaqhakazela
Ngibize nezinkanyezi
Zobuhle emhlabeni
Thonga lami ungibusise
Kulobunzima ungidlulise
Ndlala itafula nazi sezyeza lezitha
Hhawu inhlupheko angiyidalelwanga
Noma yaqala ukungbona ngangizalwa
Zehla izinyembezi okwemvula
Kwamele ngiqine okweZulu maliduma
Haw ye ye ye ye ye ye
Haw ye haw ye
Haw ye ye ye ye ye ye

Поcмотреть все песни артиста

Sanatçının diğer albümleri

Benzer Sanatçılar