Kishore Kumar Hits

Euphonik - Vuma (DJ Maphorisa X DJ Buckz Mix) şarkı sözleri

Sanatçı: Euphonik

albüm: Perspective


Aw nkosazan emhlophe yazingyazfela ngawe
Intliziyo yam yaz iyadukluza kuphakam amaphaphu nkosazana
Engathi ngakubon unyathela emzini kababa
Nedlozi liyojabula
Uyaz abadala bayovuka bagiye emagcekeni
Babebona wena unyathel emzini kababa
Nkosazan emhlophe efana nezihlabathi zolwandle
Uyisputuputu aw mtanomuntu ngayzfela ngawe
Ufana nelanga liphuma phezu kolwandle
Umuhle nkosazan aw phuma langa sikothe
Aw mbali yomhlaba
Aw mina nginkosazana intombi yasebukhosini
Aw mina nginkosazana intombi yase bukhosini
Izinsizwa bezingishela kodwa kuwe mtanomuntu
Ngiyavuma
Awungibambe awungiqabule
Awungibambe awungipotoze
Awungibambe awungisondeze
Awungibambe ngyakthanda mntanomuntu we
Mina ngiyinkosazana intombi yasebukhosini
Mina ngiyinkosazana
Ngiyavuma
Awungibambe
Awungiqabule
Awungibambe
Awungipotoze
Awungibambe
Awungisondeze
Awungibambe
Ngyakthanda mntanomuntu weh

Поcмотреть все песни артиста

Sanatçının diğer albümleri

Benzer Sanatçılar